ISimiso Sesonto Lika-November 21
ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 21
INgoma 53 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 13 ¶1-7, namabhokisi emak. 100, 103 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: UmShumayeli 7-12 (10 imiz.)
No. 1: UmShumayeli 9:13–10:11 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Uthando Alunamhawu—1 Kor. 13:4 (5 imiz.)
No. 3: Isibonakaliso Sezinsuku Zokugcina Siwathinta Kanjani AmaKristu Eqiniso?—rs k. 186 ¶1-2 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. IBhokisi Lemibuzo. Inkulumo.
15 imiz: Ukushushiswa Ngenxa Yokufakaza. (Luka 21:12, 13) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2011, ikhasi 153 isigaba 1; ikhasi 179 izigaba 1-2; nekhasi 203 isigaba 2 kuze kufike ekhasini 204. Cela abakhona basho ukuthi yini abayifundile.
10 imiz: Isipho Ngo-December. Ingxoxo. Cabangelani lokho okuqukethwe incwadi ehanjiswayo bese kuba nomboniso owodwa noma emibili.
INgoma 35 Nomthandazo