ISimiso Sesonto Lika-July 5
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 5
INgoma 43 (174)
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 AmaKhosi 7-8
No. 1: 1 AmaKhosi 8:14-26
No. 2: Kungani Sixwayiswa Ngokuba Abahlakaniphile Emehlweni Ethu? (Isaya 5:21)
No. 3: Uma Abantu Bebekela Eceleni Izindinganiso ZeBhayibheli Ngokuziphatha Kobulili, Ingabe Ngempela Bathola Inkululeko? (rs k. 337 ¶1-3)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 59 (202)
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Izindlela Zokwandisa Inkonzo Yakho—Ingxenye 1. Inkulumo esekelwe encwadini Ukuhlelelwa, ikhasi 111, isigaba 1 kuya ekhasini 112, isigaba 2. Xoxa nommemezeli oyedwa noma ababili abaye bathutha noma bafunda olunye ulimi ukuze bandise inkonzo yabo. Yiziphi izinselele abaye bazinqoba? Umkhaya noma ibandla labasiza kanjani? Yiziphi izibusiso abaye bazijabulela?
10 imiz: Siza Abantu Obafundelayo Ukuba Bazihlole. Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini ISikole Senkonzo, ikhasi 261, isigaba 2, kuya ekupheleni kwekhasi 262.
INgoma 47 (6)