Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/09 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-December 21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-December 21
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 21
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 12/09 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-December 21

ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 21

INgoma 73

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

lv isahl. 14 ¶10-14, ibhokisi ek. 164-165, isithasiselo emak. 222-223

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Joshuwa 9-11

No. 1: Joshuwa 9:1-15

No. 2: Izinto Esingabona Ngazo Ukuthi I-Armagedoni Iseduze (lr isahl. 47)

No. 3: Ungaphila Ezweni Elisha LikaNkulunkulu Elinokuthula (lr isahl. 48)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 4

5 imiz: Izaziso.

15 imiz: Lungiselela Ukuhambisa INqabayokulinda Ne-Phaphama! Makube nomboniso wendlela umbonisi weqembu ahlanganyela ngayo intshumayelo yakhe nommemezeli osemusha futhi achaze ukuthi kungani eyikhethile nokuthi imuphi umbuzo nemibhalo azoyisebenzisa. Ummemezeli osemusha uveza ukuthi naye unentshumayelo ethile abeyicabanga kodwa udinga usizo ukuze ayithuthukise. Besebenzisa isihloko abecabanga ngaso ummemezeli osemusha, bahlela umbuzo bese bekhetha nemibhalo abazoyisebenzisa.

15 imiz: ‘Dlulisela Umphefumulo Wakho’ Kofunda Nabo IBhayibheli.” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo. Ngemva kwesigaba sesibili, xoxa nommemezeli ngokuphathelene nezindlela ezisebenzayo azama ngazo ukubonisa isithakazelo somuntu siqu kwafunda nabo iBhayibheli. Ube yini umphumela? Xoxa nomunye ummemezeli owazuza ngokuboniswa isithakazelo yilowo owayemfundela iBhayibheli.

INgoma 66

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela