ISimiso Sesonto Lika-October 5
ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 5
INgoma 173
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Duteronomi 1-3
No. 1: Duteronomi 2:1-15
No. 2: “ITestamente Elisha” Lithini Ngokuphila Okuphakade Emhlabeni? (rs-ZU k. 199 ¶2–k. 200 ¶3)
No. 3: Obani Abayovuswa? Bayohlalaphi? (lr-ZU isahl. 36)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 42
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Ungathanda Yini Ukwazi Iqiniso? Ingxoxo nezilaleli. Cela izilaleli zisho ukuthi yimiphi imibuzo ekuleli pheshana ephumelela kakhulu ensimini yebandla. Makube nomboniso wendlela leli pheshana elingasetshenziswa ngayo ukuqala isifundo seBhayibheli.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Shumayela Kulabo Abakhuluma Olunye Ulimi. Ingxoxo nezilaleli. Bukeza izinyathelo ezintathu ezisekhasini 2 lencwajana ethi Good News for People of All Nations, bese kuba nommemezeli owenza umboniso ngendlela engase isetshenziswe ngayo le ncwajana ensimini yebandla.
INgoma 100