Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/09 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-January 26

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-January 26
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 26
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 1/09 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-January 26

ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 26

INgoma 32

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jd-ZU isahl. 13 ¶15-22

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufunda kweBhayibheli: Genesise 17-20

No. 1: Genesise 17:1-17

No. 2: Okwenze Abantu Bahluleka Ukumisa Uhulumeni Onobulungisa (rs-ZU kk. 236-237 ¶1)

No. 3: UNkulunkulu Unegama (lr-ZU isahl. 4)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 197

5 imiz: Izaziso zebandla.

10 imiz: Lungiselela Ukuhambisa INqabayokulinda Ka-February 1 Ne-Phaphama! Ka-February. Ingxoxo nezilaleli. Ngemva kokubukeza lab’ omagazini kafushane, buza izilaleli ukuthi iziphi izihloko ezingase zikhange abantu ensimini yenu futhi ngani. Kusetshenziswa ezinye zalezi zihloko, cela izilaleli ukuba zisikisele umbuzo ezingawusebenzisa ekuqaleni ingxoxo, bese kuba umBhalo osesihlokweni ezingawufunda ngaphambi kokuhambisa omagazini. Phetha ngomboniso wendlela umagazini ngamunye ongahanjiswa ngayo kusetshenziswa izintshumayelo eziyisibonelo ezisekhasini 4 noma ezinye izintshumayelo ezisikiselwe yizilaleli.

20 min: “Uyazazi Yini Izinto Ongakhetha Phakathi Kwazo?”a Kufanele isingathwe umdala. Ekuphetheni, funda isigaba sokugcina.

INgoma 180

[Umbhalo waphansi]

a Isethulo masibe ngaphansi komzuzu, bese kulandela ingxoxo yemibuzo nezimpendulo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela