ISimiso Sesonto Lika-January 19
ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 19
INgoma 126
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 11-16
No. 1: Genesise 14:1-16
No. 2: Lowo Owenza Zonke Izinto (lr-ZU isahl. 3)
No. 3: UJehova Usilolonga Kanjani? (Isaya 64:8)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 90
5 imiz: Izaziso zebandla. IZaziso ezikhethiwe kuyi-Nkonzo Yethu YoMbuso.
10 imiz: Mesabe UNkulunkulu Weqiniso Ugcine Imiyalo Yakhe. Inkulumo enikezwa ngomdlandla umdala esekelwe encwadini ethi ISikole Senkonzo, ikhasi 272 kuya ekhasini 273, isigaba 1.
10 imiz: Isipho Sango-February. Bukeza kafushane okuqukethwe yincwadi ezohanjiswa, bese kwenziwa umboniso ngentshumayelo eyodwa noma ezimbili.
10 imiz: “Zigcineni Othandweni LukaNkulunkulu.”a Qokomisa izici ezikhethekile zale ncwadi. Bakhuthaze bonke ukuba babe khona njalo futhi bahlanganyele ngokugcwele ekunikezeni izimpendulo.
INgoma 133
[Umbhalo waphansi]
a Isethulo masibe ngaphansi komzuzu, bese kulandela ingxoxo yemibuzo nezimpendulo.