Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/08 k. 7
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
km 1/08 k. 7

IZindaba Ezingokwasezulwini

◼ Siyajabula ukubika amanani amasha abamemezeli eBotswana, eLesotho, eNamibia, eNingizimu Afrika naseSwazini enyangeni ka-August 2007. Inani elisha labamemezeli abangu-1 719 eBotswana limelela ukwanda ngamaphesenti angu-15. ILesotho yabika abamemezeli abangu-3 378, okuwukwanda ngamaphesenti angu-9. INamibia yabika abamemezeli abangu-1 545, okuwukwanda okuphawulekayo ngamaphesenti angu-22! INingizimu Afrika yafinyelela inani elisha labamemezeli abangu-81 501, leqa kwabangu-80 000 ngokokuqala ngqa, kanti eSwazini kwafinyelelwa inani elisha labamemezeli abangu-2 579, okuwukwanda ngamaphesenti angu-13.

Inhlangano ikwazisa kakhulu ukuzikhandla kwabo bonke abamemezeli ensimini. Siyanibonga ngokuthumela imibiko yenu yenkonzo yasensimini ngesikhathi nyanga zonke. Lokhu kwenza ukuba unobhala webandla lenu akwazi ukuthumela umbiko webandla ophelele ehhovisi legatsha.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela