Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/07 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
km 10/07 k. 7

IZaziso

◼ Ngo-October: INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-November: Funda KuMfundisi Omkhulu. Ngo-December: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila. Ngo-January: Incwajana ethi Hlalani Nilindile! Noma, uma ningenayo esitokweni, ningahambisa incwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?

◼ EMhlanganweni Wenkonzo ngo-January kuzoxoxwa nge-video ethi Transfusion-Alternative Health Care—Meeting Patient Needs and Rights. La ma-video kufanele a-odwe ngebandla ngokushesha ngangokunokwenzeka uma niwadinga.

◼ Isenezelo sale Nkonzo Yethu YoMbuso siqukethe “ISimiso SeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini Sika-2008” futhi kufanele sigcinwe kahle ukuze sisetshenziswe phakathi nawo wonke unyaka ka-2008.

◼ Sizani niphawule ukuthi umzalwane onikeza inkulumo yokugcina eMhlanganweni Wenkonzo nguye okufanele ethule ingoma yokuphetha. Ngemva kwalokho, yena noma omunye umzalwane ofanelekayo owabelwe kusengaphambili kufanele aphethe ngomthandazo.

◼ Sihlela umhlangano okhethekile wosuku olulodwa wesiTsonga ozoba seHholo LoMhlangano Lase-Eikenhof ngo-October 14, 2007.

◼ U-April 19, 2008 uyoba uSuku Lukamagazini olukhethekile. Sinikhuthaza nonke ukuba niqale manje ukuhlela ukuze nihlanganyele ngokugcwele kulo mkhankaso ngonyaka ozayo.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

Apply Yourself to Reading and Writing (ay) —ngesiBhunu

Watch Tower Publications Index 1992-2005 (dx92-05) —ngoLimi Lwezandla LwaseMelika

◼ Izincwadi Ezinqwabelene Esitokweni Ezitholakalayo:

Watch Tower Publications Index 2001 (dx01) —ngesiPutukezi

Watch Tower Publications Index 2002 (dx02) —ngesiNgisi

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela