IZindaba Ezingokwasezulwini
◼ Siyajabula ukunazisa ngokunikezelwa kwamaHholo OMbuso amane amasha. Amabandla alandelayo ayaziqhenya ngokuba nezindawo ezinhle zokukhulekela: elase-Erasmus East (eGauteng), elaseLa Mercy (enyakatho yeTheku), elaseMbekelweni nelaseKwaluseni (eSwazini).