Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/05 k. 6
  • Siza Uye Ngokushesha

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Siza Uye Ngokushesha
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Landelela Ngokushesha
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • INgxenye 11: Ukusiza Abafundi Ukuba Benze Izimpindelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 12/05 k. 6

Siza Uye Ngokushesha

Uye ngokushesha kobani? Kulabo abacela ukuthunyelelwa izincwadi noma ukulethelwa omagazini njalo noma abangathanda ukuba omunye woFakazi abavakashele emakhaya. Zivelaphi lezi zicelo? Kubantu abathinta ihhovisi legatsha ngokulibhalela noma ngocingo noma ngengosi yethu ye-Internet esemthethweni. Uma kukhona umuntu obonisa isithakazelo esinjalo, ihhovisi legatsha lazisa ibandla lakuleyo ndawo lisebenzisa ifomu i-S-43, okuyipheshana elinesihloko esithi “Siza Ulandelele.” Ngokushesha nje lapho abadala bethola leli fomu i-S-43, kufanele balinikeze ummemezeli oyomlandelela ngenkuthalo lowo muntu obonise isithakazelo. Uma kunzima ukuba ummemezeli athole lowo muntu obonise isithakazelo, angase azame ukumthinta ngocingo noma abhale ipheshana alishiye endaweni elingeke libonakale kuyo kubantu abadlulayo. Uma ucelwa ukuba uye kumuntu onjalo, siza wenze konke okusemandleni ukuba umthinte ngokushesha.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela