Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/03 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
km 6/03 k. 7

IZaziso

◼ Isipho ngo-June: Hambisa incwadi Ulwazi noma incwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo? Uma abaninikhaya sebenazo kakade lezi zincwadi, sebenzisa enye incwajana efanelekayo ibandla elinayo esitokweni. Ngo-July nango-August: Ungasebenzisa noma iyiphi yalezi zincwajana ezilandelayo ezinamakhasi angu-32: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” Igama Laphezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila?—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Kwenzekani Kithina Lapho Sifa?, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Lapho kufaneleka khona ungahambisa lezi zincwajana: A Satisfying Life—How to Attain It, Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Incwadi Yabo Bonke Abantu, Our Problems—Who Will Help Us Solve Them? nethi Will There Ever Be a World Without War? Ngo-September: Hambisa incwadi Ulwazi.

◼ Amabandla kufanele aqale ukuhlelela umkhankaso wensimu engabelwe ngenxa yezindleko ezikhuphukayo zezinto zokuhamba nendawo yokuhlala. Zamani ukwenza leyo mpelasonto igcwale izinto ezingokomoya ngokuchitha isikhathi esiningi ngangokunokwenzeka enkonzweni. Amabandla angakwazi ukusekela lo mkhankaso angagxila ensimini engasetshenzwa njalo.

◼ SIZA UPHAWULE: Izinsuku zomhlangano wesigodi olandelayo zishintshile:

December 26-28:

EWalvis Bay (isiBhunu/isiNgisi)

Sizani niphawule ukuthi nakuba isimiso soMhlangano Wesigodi ‘Wokukhazimulisa UNkulunkulu’ siqala ngoLwesihlanu ngo-9:00 ekuseni, isimiso somhlangano wezizwe sona siyoqala ngoLwesine ngo-1:20 ntambama.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela