Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/97 kk. 5-8
  • Isimiso Sesikole Senkonzo Esingokwasezulwini Sika-1998

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isimiso Sesikole Senkonzo Esingokwasezulwini Sika-1998
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
  • Izihlokwana
  • Iziyalezo
  • ISIMISO
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
km 10/97 kk. 5-8

Isimiso Sesikole Senkonzo Esingokwasezulwini Sika-1998

Iziyalezo

Phakathi no-1998 iSikole Senkonzo Esingokwasezulwini siyoqhutshwa ngalamalungiselelo alandelayo: IZINCWADI ZOKUSETSHENZISWA: IBhayibheli, INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo YamaKristu YesiGreki [bi7-ZU], OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu [jv-ZU], “Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo” [si-ZU], Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade [kl-ZU], Imfihlo Yenjabulo Yomkhaya [fy-ZU], nethi “Izihloko ZeBhayibheli Zengxoxo” [td-ZU] ezitholakala kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha kuyosekelwa kuzo izabelo. Isikole kufanele siqale NGESIKHATHI ngengoma, umthandazo, namazwi okwamukela bese siqhubeka ngendlela elandelayo: ISABELO NO. 1: Imizuzu engu-15. Lenkulumo kufanele isingathwe umdala noma inceku ekhonzayo, futhi iyosekelwa encwadini ethi OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu noma ethi “Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo.” Uma sisekelwe kwethi Abamemezeli, lesi sabelo kufanele sinikezwe njengenkulumo yokuyala yemizuzu engu-15 ngaphandle kokubukeza; uma sisekelwe kwethi “Yonke ImiBhalo,” kumelwe inikezwe njengenkulumo yokuyala yemizuzu eyishumi kuya kweyishumi nambili bese kulandela ukubukeza kwemizuzu emithathu kuya kwemihlanu, kusetshenziswa imibuzo esencwadini. Injongo akumelwe nje kube ukuhlanganisa indaba kodwa kumelwe kube ukugxilisa ukunakekela ekusetshenzisweni okungokoqobo kokwaziswa okuxoxwa ngakho, kuqokonyiswa lokho okuzoba usizo kakhulu ebandleni. Kufanele kusetshenziswe isihloko esisesimisweni. Isikhulumi singakhuluma ngemifanekiso, izithombe, namashadi okutholakala encwadini ethi Abamemezeli noma sikusebenzise njengezinsiza kufundisa. Abazalwane ababelwe lenkulumo kufanele baqaphele ukuba bagcine isikhathi abasinikeziwe. Iseluleko sangasese singase sinikezwe uma kudingekile noma uma isikhulumi sizicelele sona kusengaphambili. AMAPHUZU AVELELE EKUFUNDWENI KWEBHAYIBHELI: Imizuzu eyisithupha. Lena kufanele isingathwe umdala noma inceku ekhonzayo eyokwazi ukufanelanisa kahle ukwaziswa nezidingo zebandla. Lokhu akufanele kube ukufushaniswa nje kwengxenye efundwayo eyabiwe. Kungase kuhlanganiswe nokunikeza umqondo wazo zonke izahluko ezabiwe okuthatha imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60. Injongo eyinhloko iwukusiza izilaleli ukuba zibone ukuthi kungani futhi kukanjani ukwaziswa kuyinzuzo kithina. Khona-ke umbonisi wesikole uyobe esededela abafundi ukuba baye emakilasini abo ahlukahlukene. ISABELO NO. 2: Imizuzu emihlanu. Lena iwukufundwa kweBhayibheli kwendaba eyabiwe okufanele inikezwe ngumzalwane. Iyonikezwa ekilasini elikhulu nasemaqenjini amancane. Izabelo zokufunda ngokuvamile zimfushane ngokwanele ukuba zivumele umfundi anikeze ukwaziswa okufushane okuchazayo esingenisweni nasesiphethweni. Kungase kuhlanganiswe isizinda esingokomlando, ukubaluleka okungokwesiprofetho noma okungokwemfundiso, nokusetshenziswa kwezimiso. Wonke amavesi abiwe kufanele afundwe ngokoqobo ngaphandle kokuma. Njengokulindelekile, lapho amavesi afundwayo engalandelani, umfundi angasho ivesi elizofundwa ngokulandelayo. ISABELO NO. 3: Imizuzu emihlanu. Lenkulumo iyokwabelwa udade. Isihloko salenkulumo siyosekelwa kwethi Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade, Imfihlo Yenjabulo Yomkhaya, noma “Izihloko ZeBhayibheli Zengxoxo” njengoba itholakala kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha. Ukuhlelwa kwenkulumo kungase kube ukufakaza ngokwethukela, impindelo noma isifundo seBhayibheli sasekhaya, futhi abanengxenye bangahlala noma bame. Umbonisi wesikole uyoba nesithakazelo ngokukhethekile endleleni umfundi asiza ngayo umninikhaya ukuba acabange futhi aqonde indaba nokuthi imibhalo isetshenziswe kanjani. Umfundi owabelwe lengxenye kufanele akwazi ukuzifundela. Umbonisi uyokwaba umsizi oyedwa, kodwa kungase kusetshenziswe abengeziwe. Umfundi angazikhethela ukuthi umninikhaya uzozifunda yini izigaba ezithile zencwadi lapho kusetshenziswa Ulwazi noma Injabulo Yomkhaya. Akukhona ukuhlelwa kwenkulumo okufanele kucatshangelwe ngokuyinhloko kodwa ukusetshenziswa okuphumelelayo kwendaba ngokwayo. ISABELO NO. 4: Imizuzu emihlanu. Lapho lesi sabelo sisekelwe kwethi “Izihloko ZeBhayibheli Zengxoxo” njengoba zitholakala kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha siyokwabelwa umzalwane noma udade. Uma sisekelwe kwethi Injabulo Yomkhaya, siyokwabelwa umzalwane. Lesi simiso sinesihloko sesabelo ngasinye. Lapho yabelwe umzalwane, lenkulumo kufanele ayethule ecabanga ngezilaleli eHholo LoMbuso ukuze izuzise ngempela kulabo abayilalele. Lapho yabelwe udade, ukwaziswa kufanele kunikezwe njengoba kuboniswe ngeSabelo No. 3. *ISIMISO SOKUFUNDA IBHAYIBHELI ESISECELENI: Sifakwe kubakaki ngemva kwengoma yesonto ngalinye. Ngokulandela lesi simiso, ufunda cishe amakhasi ayishumi ngesonto, iBhayibheli ungalifunda uliqede ngeminyaka emithathu. Azikho izingxenye esimisweni sesikole noma ekubukezeni okulotshwayo eziyosekelwa esimisweni sokufunda esiseceleni. PHAWULA: Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe neziyalezo ezimayelana neseluleko, isikhathi, ukubukeza okulotshwayo nokulungiselelwa kwezabelo, siza ubheke ikhasi 5 le-Nkonzo Yethu YoMbuso ka-October 1996.

ISIMISO

Jan. 5 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 7-8

INgoma No. 196 [*Genesise 1-9]

No. 1: Abazalwane Abazinikezele Banyathelisa Futhi Bahlanganise Izincwadi (jv-ZU k. 579 isig. 4–k. 586 isig. 4)

No. 2: IzEnzo 7:44-60

No. 3: Lilalele Njalo Igunya Eliphakeme Kunawo Wonke (kl-ZU kk. 130-1 izig. 1-6)

No. 4: td-ZU 26A UJesu UyiNdondana KaNkulunkulu NeNkosi Emisiwe

Jan. 12 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 9-10

INgoma No. 53 [*Genesise 10-18]

No. 1: Ukwanda Ngemva KweMpi YeZwe II (jv-ZU k. 588 isig. 1–k. 596 isig. 1)

No. 2: IzEnzo 9:1-16

No. 3: Zithobe Emagunyeni Aphakeme (kl-ZU kk. 131-3 izig. 7-10)

No. 4: td-ZU 26B Isizathu Sokuba Sikholelwe KuJesu Kristu

Jan. 19 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 11-13

INgoma No. 162 [*Genesise 19-24]

No. 1: Izimiso Ze-computer Zisiza Ekuqhubekiseleni Phambili Izindaba Ezinhle (jv-ZU k. 596 isig. 2–k. 602 isig. 3)

No. 2: IzEnzo 13:1-12

No. 3: Qaphela Ilungiselelo LikaNkulunkulu Legunya Emkhayeni (kl-ZU kk. 134-6 izig. 11-18)

No. 4: td-ZU 26C Ukukholelwa KuKristu Kumelwe Kuhambisane Nemisebenzi

Jan. 26 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 14-16

INgoma No. 180 [*Genesise 25-30]

No. 1: Abanyathelisi Nabasakazi Abashisekayo BeBhayibheli (jv-ZU k. 603 isig. 1–k. 607 isig. 4)

No. 2: IzEnzo 16:1-15

No. 3: Igunya Ebandleni—Ilungiselelo LikaJehova Lothando (kl-ZU kk. 137-9 izig. 19-25)

No. 4: td-ZU 37A Lokho UMbuso KaNkulunkulu Oyokwenzela Isintu

Feb. 2 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 17-19

INgoma No. 111 [*Genesise 31-36]

No. 1: Ukunyathelisa INguqulo Yezwe Elisha (jv-ZU k. 607 isig. 5–k. 615 isig. 5)

No. 2: IzEnzo 18:1-11

No. 3: Indlela Ukwethembeka Okuneqhaza Ngayo Emshadweni Ojabulisayo (kl-ZU kk. 140-1 izig. 1-6)

No. 4: td-ZU 37B Ukubusa KoMbuso Kuqala Izitha ZikaKristu Zisekhona

Feb. 9 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 20-21

INgoma No. 38 [*Genesise 37-42]

No. 1: Ukuvivinya Nokuhlunga Ngaphakathi (jv-ZU k. 618 isig. 1–k. 623 isig. 2)

No. 2: IzEnzo 21:1-14

No. 3: Indima Ebalulekile Yokukhulumisana Emshadweni (kl-ZU kk. 142-3 izig. 7-9)

No. 4: td-ZU 37C UMbuso KaNkulunkulu Awulethwa Imizamo Yabantu

Feb. 16 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 22-24

INgoma No. 8 [*Genesise 43-49]

No. 1: Ushintsho Ekuphatheni Luletha Ukuvivinywa (jv-ZU k. 623 isig. 3–k. 629 isig. 1)

No. 2: IzEnzo 22:1-16

No. 3: Mnikeze Udumo Nenhlonipho Umngane Wakho Womshado (kl-ZU kk. 143-4 izig. 10-14)

No. 4: td-ZU 17A Lokho Okushiwo ‘Ukuphela Kwezwe’ Ngempela

Feb. 23 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 25-26

INgoma No. 179 [*Genesise 50–Eksodusi 7]

No. 1: Ukulungiswa Kwemibono Ehilela Izimfundiso Nokwakulindelwe (jv-ZU k. 629 isig. 2–k. 633 isig. 4)

No. 2: IzEnzo 25:1-12

No. 3: Beka Isibonelo Esihle Futhi Uzibonise Uthando Izingane Zakho (kl-ZU kk. 145-6 izig. 15-18)

No. 4: td-ZU 17B Phaphamela Ubufakazi Bezinsuku Zokugcina

Mar. 2 Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 27-28

INgoma No. 92 [*Eksodusi 8-13]

No. 1: IzEnzo—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 204-5 izig. 32-40)

No. 2: IzEnzo 27:33-44

No. 3: Lokho Okungase Kufezwe Ukuyala Kothando Nesiqondiso Esinobuhlakani (kl-ZU kk. 148-9 izig. 19-23)

No. 4: td-ZU 34A UNkulunkulu Usithembisa Ukuphila Okuphakade Isintu Esilalelayo

Mar. 9 Ukufundwa kweBhayibheli: Roma 1-3

INgoma No. 79 [*Eksodusi 14-20]

No. 1: Isethulo Sencwadi YabaseRoma (si-ZU kk. 205-6 izig. 1-7)

No. 2: Roma 1:18-32

No. 3: Isizathu Sokuba Sifune Ukusondela KuNkulunkulu (kl-ZU kk. 150-1 izig. 1-5)

No. 4: td-ZU 34B Akubona Bonke Abantu Abaya Ezulwini

Mar. 16 Ukufundwa kweBhayibheli: Roma 4-6

INgoma No. 174 [*Eksodusi 21-27]

No. 1: Okwakulindelwe, Okungokoqobo Nezinye Izimpikiswano (jv-ZU k. 633 isig. 5–k. 641 isig. 3)

No. 2: Roma 4:1-15

No. 3: Izimfuneko Zokusondela KuNkulunkulu (kl-ZU kk. 152-3 izig. 6-9)

No. 4: td-ZU 34C Ukuphila Okuphakade Kuthenjiswe Inani Elingenakulinganiswa ‘Lezinye Izimvu’

Mar. 23 Ukufundwa kweBhayibheli: Roma 7-9

INgoma No. 27 [*Eksodusi 28-33]

No. 1: “Niyakuzondwa Yizizwe Zonke” (jv-ZU k. 642 isig. 1–k. 646 isig. 4)

No. 2: Roma 9:1-18

No. 3: Khuluma NoNkulunkulu Futhi Akuzwe (kl-ZU kk. 153-5 izig. 10-14)

No. 4: td-ZU 41A Isibopho Somshado Kumelwe Sigcinwe Sihloniphekile

Mar. 30 Ukufundwa kweBhayibheli: Roma 10-12

INgoma No. 70 [*Eksodusi 34-39]

No. 1: Ubuzenzisi Babaholi Benkolo Buyadalulwa (jv-ZU k. 647 isig. 1–k. 652 isig. 1)

No. 2: Roma 10:1-15

No. 3: Phikelela Emthandazweni Futhi Ulalele (kl-ZU kk. 156-9 izig. 15-20)

No. 4: td-ZU 41B Isimiso Sobunhloko Kumelwe Sihlonishwe NgamaKristu

Apr. 6 Ukufundwa kweBhayibheli: Roma 13-16

INgoma No. 175 [*Eksodusi 40–Levitikusi 7]

No. 1: EyabaseRoma—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 208-9 izig. 20-5)

No. 2: Roma 13:1-10

No. 3: Thola Ukulondeka Kweqiniso Phakathi Kwabantu BakaNkulunkulu (kl-ZU kk. 160-1 izig. 1-4)

No. 4: td-ZU 41C Umthwalo Wabazali AbangamaKristu Kubantwana

Apr. 13 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 1-3

INgoma No. 173 [*Levitikusi 8-13]

No. 1: Isethulo Sencwadi YokuQala KwabaseKorinte (si-ZU kk. 210-11 izig. 1-7)

No. 2: 1 Korinte 1:10-25

No. 3: Indlela UJehova Akulungiselela Ngayo Ukudla Okungokomoya (kl-ZU kk. 162-3 izig. 5-8)

No. 4: td-ZU 41D AmaKristu Kufanele Ashade NamaKristu Kuphela

Apr. 20 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 4-6

INgoma No. 56 [*Levitikusi 14-19]

No. 1: Ithonya Labefundisi Liba Sobala (jv-ZU k. 652 isig. 2–k. 659 isig. 1)

No. 2: 1 Korinte 4:1-13

No. 3: Okushiwo Ukugqoka Uthando (kl-ZU kk. 163-6 izig. 9-14)

No. 4: td-ZU 41E AmaKristu Eqiniso Awasithathi Isithembu

Apr. 27 Ukubukeza Okulotshwayo. Qedelani IzEnzo 7–1 Korinte 6

INgoma No. 91 [*Levitikusi 20-25]

May 4 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 7-9

INgoma No. 29 [*Levitikusi 26–Numeri 3]

No. 1: Abefundisi NoHitler Balwa Nezinceku ZikaJehova (jv-ZU k. 659 isig. 2–k. 665 isig. 1)

No. 2: 1 Korinte 7:10-24

No. 3: Ibandla—Indawo Yokulondeka (kl-ZU kk. 167-9 izig. 15-20)

No. 4: td-ZU 31A UMariya Wayengeyena “Unina KaNkulunkulu”

May 11 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 10-12

INgoma No. 103 [*Numeri 4-9]

No. 1: Ukumelana Nokunikeza UJehova Ukuzinikela Okukhethekile Emhlabeni Wonke (jv-ZU k. 666 isig. 1–k. 673 isig. 1)

No. 2: 1 Korinte 11:1-16

No. 3: Lingisa UJesu—Khonza UNkulunkulu Phakade (kl-ZU kk. 170-1 izig. 1-6)

No. 4: td-ZU 31B IBhayibheli Libonisa Ukuthi UMariya “Akahlalanga Eyincasakazi”

May 18 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 13-14

INgoma No. 160 [*Numeri 10-15]

No. 1: Ukuzondelwa ‘Ukungabi Ingxenye Yezwe’ (jv-ZU k. 673 isig. 2–k. 677 isig. 3)

No. 2: 1 Korinte 14:1-12

No. 3: Izinyathelo Ezibalulekile Eziholela Ekuphileni (kl-ZU kk. 173-5 izig. 7-9)

No. 4: td-ZU 14A Okushiwo ImiBhalo NgeSikhumbuzo

May 25 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Korinte 15-16

INgoma No. 158 [*Numeri 16-22]

No. 1: Eyoku-1 Korinte—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 213-14 izig. 23-6)

No. 2: 1 Korinte 16:1-13

No. 3: Okwenza Ubhapathizo Lubaluleke (kl-ZU kk. 175-6 izig. 10-12)

No. 4: td-ZU 14B Ukugubha IMisa Akusekelwe NgokomBhalo

June 1 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Korinte 1-4

INgoma No. 58 [*Numeri 23-29]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesiBili KwabaseKorinte (si-ZU k. 214 izig. 1-4)

No. 2: 2 Korinte 4:1-12

No. 3: Ubhapathizo—Isinyathelo Esibaluleke Kakhulu Ekuphileni Kwakho (kl-ZU k. 176-7 izig. 13-16)

No. 4: td-ZU 13A Wonke AmaKristu Kumelwe Abe Yizikhonzi

June 8 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Korinte 5-8

INgoma No. 193 [*Numeri 30-35]

No. 1: Ukuvikela Izindaba Ezinhle Nokuzenza Ziqashelwe Ngokomthetho (jv-ZU k. 678 isig. 1–k. 683 isig. 4)

No. 2: 2 Korinte 7:1-13

No. 3: Okushiwo Ukuphila Ngokuvumelana Nokuzinikezela Kwakho Nobhapathizo (kl-ZU kk. 178-80 izig. 17-22)

No. 4: td-ZU 13B Izindinganiso Zokufanelekela Inkonzo

June 15 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Korinte 9-13

INgoma No. 43 [*Numeri 36–Duteronomi 4]

No. 1: Eyesi-2 Korinte—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 216-17 izig. 18-20)

No. 2: 2 Korinte 10:1-12

No. 3: Ukukulungiselela Manje “Ukuphila Kwangempela” (kl-ZU kk. 181-2 izig. 1-5)

No. 4: td-ZU 33A Isizathu Sokushushiswa KwamaKristu Eqiniso

June 22 Ukufundwa kweBhayibheli: Galathiya 1-3

INgoma No. 127 [*Duteronomi 5-11]

No. 1: Isethulo Sencwadi YabaseGalathiya (si-ZU kk. 217-18 izig. 1-6)

No. 2: Galathiya 1:1-12

No. 3: Ngemva Kwe-Armagedoni—Umhlaba OyiPharadesi (kl-ZU kk. 182-4 izig. 6-11)

No. 4: td-ZU 33B Umfazi Akumelwe Avumele Indoda Imehlukanise NoNkulunkulu

June 29 Ukufundwa kweBhayibheli: Galathiya 4-6

INgoma No. 98 [*Duteronomi 12-19]

No. 1: EyabaseGalathiya—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 219-20 izig. 14-18)

No. 2: Galathiya 6:1-18

No. 3: Ukuthula Yonke Indawo Nokuvuswa Kwabafileyo (kl-ZU kk. 184-6 izig. 12-18)

No. 4: td-ZU 33C Indoda Akufanele Ivumele Umfazi Ayivimbele Ekukhonzeni UNkulunkulu

July 6 Ukufundwa kweBhayibheli: Efesu 1-3

INgoma No. 71 [*Duteronomi 20-27]

No. 1: Isethulo Sencwadi Yabase-Efesu (si-ZU kk. 220-1 izig. 1-8)

No. 2: Efesu 1:1-14

No. 3: Lokho Okuyoshiwo Ukuphelela Nendlela Esiyokujabulela Ngayo (kl-ZU kk. 187-91 izig. 19-25)

No. 4: td-ZU 42A Imithandazo Ezwiwa UNkulunkulu

July 13 Ukufundwa kweBhayibheli: Efesu 4-6

INgoma No. 214 [*Duteronomi 28-32]

No. 1: Eyabase-Efesu—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 222-3 izig. 16-19)

No. 2: Efesu 6:1-13

No. 3: td-ZU 42B Okwenza Eminye Imithandazo Ibe Yize

No. 4: Umkhaya Usesimweni Esibucayi (fy-ZU kk. 5-9 izig. 1-14)

July 20 Ukufundwa kweBhayibheli: Filipi 1-4

INgoma No. 123 [*Duteronomi 33–Joshuwa 6]

No. 1: Isethulo Sencwadi YabaseFilipi Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 223-4 izig. 1-7; k. 225 izig. 12-14)

No. 2: Filipi 1:1-14

No. 3: Imfihlo Yenjabulo Yomkhaya (fy-ZU kk. 10-12 izig. 15-23)

No. 4: td-ZU 32A Umuntu Akamiselwa Kusengaphambili

July 27 Ukufundwa kweBhayibheli: Kolose 1-4

INgoma No. 64 [*Joshuwa 7-12]

No. 1: Isethulo Sencwadi YabaseKolose Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU k. 226 izig. 1-5; k. 228 izig. 12-14)

No. 2: Kolose 4:1-13

No. 3: td-ZU 11A Ukuphila Kobuntu KukaJesu Kwaba “Isihlengo Sabo Bonke”

No. 4: Ingabe Uwulungele Umshado? (fy-ZU kk. 13-15 izig. 1-6)

Aug. 3 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Thesalonika 1-5

INgoma No. 35 [*Joshuwa 13-19]

No. 1: Isethulo Sencwadi YokuQala KwabaseThesalonika Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU k. 229 izig. 1-5; k. 231 izig. 13-15)

No. 2: 1 Thesalonika 2:1-12

No. 3: Isizathu Sokuba Uzazi Wena Futhi Ubheke Izinto Ngeso Elingokoqobo (fy-ZU kk. 16-18 izig. 7-10)

No. 4: td-ZU 11B Okwenza Kwaba UJesu Owayengakhokha Isihlengo

Aug. 10 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Thesalonika 1-3

INgoma No. 10 [*Joshuwa 20–AbAhluleli 1]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesiBili KwabaseThesalonika Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU k. 232 izig. 1-4; k. 233 izig. 10-11)

No. 2: 2 Thesalonika 1:1-12

No. 3: td-ZU 8A Indlela Yokubona Okuwukuphela Kwenkolo Yeqiniso

No. 4: Okufanele Ukubheke Kofuna Ukushada Naye (fy-ZU kk. 18-22 izig. 11-15)

Aug. 17 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Thimothewu 1-3

INgoma No. 221 [*AbAhluleli 2-7]

No. 1: Isethulo Sencwadi YokuQala KuThimothewu (si-ZU k. 234 izig. 1-6)

No. 2: 1 Thimothewu 1:3-16

No. 3: Izinto Okumelwe Uzicabangele Ngaphambi Kokwenza Isibopho Esihlala Njalo (fy-ZU kk. 22-3 izig. 16-19)

No. 4: td-ZU 8B Ingabe Akulungile Ukulahla Izimfundiso Zamanga?

Aug. 24 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Thimothewu 4-6

INgoma No. 30 [*AbAhluleli 8-13]

No. 1: Eyoku-1 KuThimothewu—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 236-7 izig. 15-19)

No. 2: 1 Thimothewu 4:1-16

No. 3: td-ZU 8C Lapho UNkulunkulu Ekuvumela Khona Ukushintsha Inkolo

No. 4: Gcinani Ukuthandana Kwenu Kuhloniphekile, Nibheke Ngalé Kosuku Lomshado (fy-ZU kk. 24-6 izig. 20-3)

Aug. 31 Ukubukeza Okulotshwayo. Qedelani Eyoku-1 Korinte 7–1 Thimothewu 6

INgoma No. 59 [*AbAhluleli 14-19]

Sept. 7 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Thimothewu 1-4

INgoma No. 46 [*AbAhluleli 20–Ruthe 4]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesiBili KuThimothewu Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 237 izig. 1-4; kk. 238-9 izig. 10-12)

No. 2: 2 Thimothewu 3:1-13

No. 3: Izimiso ZeBhayibheli Ezingakusiza Ukuba Ulungiselele Umshado Ophumelelayo (fy-ZU k. 26 ibhokisi lokubukeza)

No. 4: td-ZU 8D Ingabe UNkulunkulu Ubona Ubuhle Kuzo Zonke Izinkolo?

Sept. 14 Ukufundwa kweBhayibheli: Thithu 1–Filemoni

INgoma No. 155 [*1 Samuweli 1-8]

No. 1: Isethulo Sencwadi KaThithu NekaFilemoni Nesizathu Sokuba Zibe Nenzuzo (si-ZU kk. 239-41 izig. 1-4, 8-10; kk. 241-3 izig. 1-4, 7-10)

No. 2: Thithu 3:1-14

No. 3: td-ZU 43A Obani Abayovuswa Kwabafileyo?

No. 4: Isihluthulelo Sokuqala Somshado Ohlala Njalo (fy-ZU kk. 27-9 izig. 1-6)

Sept. 21 Ukufundwa kweBhayibheli: Heberu 1-3

INgoma No. 149 [*1 Samuweli 9-14]

No. 1: Isethulo Sencwadi YamaHeberu (si-ZU kk. 243-4 izig. 1-9)

No. 2: Heberu 3:1-15

No. 3: Isihluthelelo Sesibili Somshado Ohlala Njalo (fy-ZU kk. 30-1 izig. 7-10)

No. 4: td-ZU 43B Abafileyo Bayovuselwaphi?

Sept. 28 Ukufundwa kweBhayibheli: Heberu 4-7

INgoma No. 3 [*1 Samuweli 15-19]

No. 1: Izimpi Ezingokomthetho Zenkululeko Yokukhulekela (jv-ZU k. 683 isig. 5–k. 693 isig. 1)

No. 2: Heberu 6:1-12

No. 3: td-ZU 27A Ukubuya KukaKristu Akubonakali

No. 4: Ubunhloko Bendoda Kufanele Bube NjengobukaKristu (fy-ZU kk. 31-3 izig. 11-15)

Oct. 5 Ukufundwa kweBhayibheli: Heberu 8-10

INgoma No. 209 [*1 Samuweli 20-25]

No. 1: Ukukhonza UJehova Ngokungesabi Nangobunye Naphezu Kokuphikiswa (jv-ZU k. 693 isig. 2–k. 699 isig. 4)

No. 2: Heberu 8:1-12

No. 3: Indlela Inkosikazi Engamphelelisa Ngayo Umyeni Wayo (fy-ZU kk. 34-5 izig. 16-19)

No. 4: td-ZU 27B Ukubuya KukaKristu Kuqashelwa Ngamaqiniso Abonakalayo

Oct. 12 Ukufundwa kweBhayibheli: Heberu 11-13

INgoma No. 108 [*1 Samuweli 26–2 Samuweli 2]

No. 1: EyamaHeberu—Isizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU k. 247 izig. 23-7)

No. 2: Heberu 11:1-10

No. 3: td-ZU 10A AmaKristu Awabophekile Ukuba Agcine ISabatha

No. 4: Lokho Ukukhulumisana Okuhle Okukushoyo Ngempela (fy-ZU kk. 35-8 izig. 20-6)

Oct. 19 Ukufundwa kweBhayibheli: Jakobe 1-5

INgoma No. 144 [*2 Samuweli 3-10]

No. 1: Isethulo Sencwadi KaJakobe Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 248-9 izig. 1-7; k. 250 izig. 15-17)

No. 2: Jakobe 5:1-12

No. 3: Izimiso ZeBhayibheli Ezingakusiza Ukuba Ube Nomshado Ohlala Njalo Nojabulisayo (fy-ZU k. 38 ibhokisi lokubukeza)

No. 4: td-ZU 10B Umthetho WeSabatha Awunikezwanga AmaKristu

Oct. 26 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Petru 1-5

INgoma No. 54 [*2 Samuweli 11-15]

No. 1: Isethulo Sencwadi YokuQala KaPetru Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 251-2 izig. 1-5; k. 253 izig. 11-13)

No. 2: 1 Petru 4:1-11

No. 3: td-ZU 10C Lapho Ukuphumula KukaNkulunkulu KweSabatha Kuqala Futhi Kuphela Khona

No. 4: Phila Ngokwalokho Onakho (fy-ZU kk. 39-41 izig. 1-6)

Nov. 2 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Petru 1-3

INgoma No. 177 [*2 Samuweli 16-20]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesiBili KaPetru Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU k. 254 izig. 1-3; k. 255 izig. 8-10)

No. 2: 2 Petru 3:1-13

No. 3: Ukunakekela Ikhaya Kuwumsebenzi Womkhaya (fy-ZU kk. 42-4 izig. 7-11)

No. 4: td-ZU 9A Insindiso Ivela KuNkulunkulu NgoKristu Kuphela

Nov. 9 Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Johane 1-5

INgoma No. 114 [*2 Samuweli 21–1 AmaKhosi 1]

No. 1: Isethulo Sencwadi YokuQala KaJohane Nesizathu Sokuba Ibe Nenzuzo (si-ZU kk. 256-7 izig. 1-5; k. 258 izig. 11-13)

No. 2: 1 Johane 5:1-12

No. 3: td-ZU 9B Ukuthi “Uma Usuke Wasindiswa, Usindiswe Phakade” Akusekelwe NgokomBhalo

No. 4: Isizathu Sokuba UJehova Afune Sihlanzeke (fy-ZU kk. 45-9 izig. 12-20)

Nov. 16 Ukufundwa kweBhayibheli: 2 Johane–Jude

INgoma No. 22 [*1 AmaKhosi 2-6]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesiBili NeyesiThathu KaJohane, NoJude Nesizathu Sokuba Zibe Nenzuzo (si-ZU k. 259 izig. 1-3, 5; kk. 260-1 izig. 1-3, 5; kk. 261-3 izig. 1-4, 8-10)

No. 2: 2 Johane 1:1-13

No. 3: Lokho Ukunconywa Nokubongwa Okuqotho Okungakwenzela Umkhaya (fy-ZU kk. 49-50 izig. 21-2)

No. 4: td-ZU 9C “Ukusindiswa Kwabantu Endaweni Yonke” Akusekelwe NgokomBhalo

Nov. 23 Ukufundwa kweBhayibheli: IsAmbulo 1-3

INgoma No. 195 [*1 AmaKhosi 7-10]

No. 1: Isethulo Sencwadi YesAmbulo (si-ZU kk. 263-4 izig. 1-6)

No. 2: IsAmbulo 3:1-11

No. 3: td-ZU 16A Lokho Isono Esiyikho

No. 4: Umbono WeBhayibheli Ngezingane Nomthwalo Wemfanelo Womkhaya (fy-ZU kk. 51-2 izig. 1-5)

Nov. 30 Ukufundwa kweBhayibheli: IsAmbulo 4-6

INgoma No. 203 [*1 AmaKhosi 11-15]

No. 1: Okuwukuphela Kwenkolo Yeqiniso, Ekhethwa Neholwa UNkulunkulu (jv-ZU k. 704 isig. 1–k. 709 isig. 5)

No. 2: IsAmbulo 5:1-12

No. 3: Okushiwo Ukwanelisa Izidingo Zengane (fy-ZU kk. 53-5 izig. 6-9)

No. 4: td-ZU 16B Isizathu Sokuba Bonke Abantu Bahlupheke Ngesono Sika-Adamu

Dec. 7 Ukufundwa kweBhayibheli: IsAmbulo 7-9

INgoma No. 200 [*1 AmaKhosi 16-20]

No. 1: UJehova Uyababusisa Labo Abaphila Ngeqiniso (jv-ZU k. 707 isig. 1–k. 709 isig. 5)

No. 2: IsAmbulo 8:1-13

No. 3: td-ZU 16C Sasiyini Isithelo Esenqatshelwe?

No. 4: Gxilisa Iqiniso Enganeni Yakho (fy-ZU kk. 55-7 izig. 10-15)

Dec. 14 Ukufundwa kweBhayibheli: IsAmbulo 10-12

INgoma No. 137 [*1 AmaKhosi 21–2 AmaKhosi 3]

No. 1: Uphawu Oluhlukanisayo Olubonakalisa Abafundi BakaJesu Beqiniso (jv-ZU k. 710 isig. 1–k. 712 isig. 3)

No. 2: IsAmbulo 10:1-11

No. 3: Fundisa Ingane Yakho Izindlela ZikaJehova (fy-ZU kk. 58-9 izig. 16-19)

No. 4: td-ZU 16D Kusho Ukuthini Ukona Umoya Ongcwele?

Dec. 21 Ukufundwa kweBhayibheli: IsAmbulo 13-15

INgoma No. 60 [*2 AmaKhosi 4-9]

No. 1: Zonke Izinceku ZikaNkulunkulu Zeqiniso Kumelwe Zihlale Ziqaphile (jv-ZU kk. 713 isig. 1–k. 716 isig. 4)

No. 2: IsAmbulo 13:1-15

No. 3: td-ZU 40A Uyini Umphefumulo?

No. 4: Isidingo Esibalulekile Sesiyalo Ngezinhlobo Zaso (fy-ZU kk. 59-61 izig. 20-3)

Dec. 28 Ukubukeza Okulotshwayo. Qedelani Eyesi-2 Thimothewu 1–IsAmbulo 15

INgoma No. 212 [*2 AmaKhosi 10-15]

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela