Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/97 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
km 6/97 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi sango-June: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R4,00. Gxila ekuqaleni izifundo zeBhayibheli zasekhaya. Ngo-July nango-August: Noma iyiphi kulezi zincwajana ezilandelayo ezinamakhasi angu-32 ngomnikelo ka-R1,20 iyinye: Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Ensimini engabelwe: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R4,00 nethi Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R8,00. Encane u-R4,00. Ngo-September: Imfihlo Yenjabulo Yomkhaya ngomnikelo ka-R4,00.

◼ Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-June 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yazisani ibandla lapho lokhu sekwenziwe.

◼ IBethel ifuna ngokuphuthumayo umuntu onolwazi lwezintambo zikagesi zemoto. Ingabe uphakathi kweminyaka engu-19 nengu-35, awushadile, noma uma ushadile, abekho abantu obondlayo? Ingabe ungazenza utholakalele leli lungelo eliyingqayizivele lenkonzo yaseBethel? Siza ushaye ucingo noma ubhalele iNhlangano uma ungazenza utholakale.

◼ SIZA UPHAWULE: Izinsuku ezintsha zomhlangano wesigodi yilezi:

Ngo-December 12-14: EGeorge, eGermiston, eGoli

Ngo-December 19-21: EThekwini (isiNgisi), ePitoli, eSoweto (isiZulu)

Ngo-December 26-28: EThekwini (isiZulu), eSoweto (isiSuthu)

Ngo-January 2-4, 1998: ESoweto (isiZulu)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela