Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/96 k. 2
  • ‘Qhubekani Nanda Olwazini Olunembile’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Qhubekani Nanda Olwazini Olunembile’
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Isizathu Sokuba Sidinge Ulwazi Oluqondile
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
  • Siza Abanye Bazuze Ulwazi Oluholela Ekuphileni
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
  • Ingabe Uyawafuna Amagugu Afihliweyo?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
  • “Lokhu Kusho Ukuphila Okumi Phakade”
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1996
km 4/96 k. 2

‘Qhubekani Nanda Olwazini Olunembile’

Ulwazi olunembile ngoNkulunkulu luholela ekuphileni okumi phakade. (Joh. 17:3) Kufanele senze konke esingakwenza ukuze sande olwazini olunembile ngoJehova. (Kol. 1:9, 10) Kusukela ngo-April 29, sizobe sifunda incwadi ethi Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade eSifundweni Sencwadi Sebandla. Ngeke nje ukuqonda kwethu iZwi likaNkulunkulu kuthuthuke kodwa futhi siyokuhlonyiselwa kangcono ukulifundisa abanye. Wena nomkhaya wakho niyobusiswa uma nilungiselela kusengaphambili, nibe khona futhi nihlanganyele isonto ngalinye, bese nisebenzisa lokho kwaziswa enkonzweni.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela