Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/93 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
km 4/93 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

Kwabikwa umsebenzi wezifundo zeBhayibheli ophawulekayo ngo-November kulamazwe alandelayo lapho umsebenzi wethu usanda kuqashelwa khona ngokomthetho:

E-Albania: Ingqikithi yabamemezeli abangu-99 yaqhuba izifundo zeBhayibheli ezingu-210.

EBulgaria: Abamemezeli bakhona abangu-296 babika izifundo zeBhayibheli ezingu-657.

Emazweni AseBaltic: Lamazwe abika ingqikithi ehlanganisiwe yabamemezeli abangu-2199 nezifundo zeBhayibheli ezingu-4632.

Kuye kwavela futhi imibiko eminingana ekhuthazayo e-Afrika:

ECentral African Republic: Kwafinyelelwa inani elisha eliphakeme labamemezeli abangu-1600 ngo-October, futhi babika izifundo zeBhayibheli zasemakhaya ezingu-2966.

EChad: Njengoba kwakunabamemezeli abangu-345 ngo-October, ababa khona ezimisweni eziyisithupha zemihlangano yabo ekhethekile yosuku olulodwa babengu-654.

ERwanda: Ngo-November abamemezeli abangu-1762 ababikayo baqhuba izifundo zeBhayibheli zasemakhaya ezingu-6270.

Lemibiko ehlanganisiwe inikeza ubufakazi obuqand’ ikhanda bokuthi uJehova manje ugcwalisa isithembiso sakhe sokusheshisa umsebenzi wokuqoqa osukwini lwethu.—Isaya 60:22.

ENingizimu Afrika: IBandla laseHlankomo eTranskei lajabulela ilungelo lokuba iHholo lalo LoMbuso linikezelwe kuJehova ngo-January 9, 1993.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela