Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2012
© 2012 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
JANUARY 28, 2013–FEBRUARY 3, 2013
Thola Impumelelo Yangempela Ekuphileni
IKHASI 4 • IZINGOMA: 115, 45
FEBRUARY 4-10, 2013
IKHASI 9 • IZINGOMA: 62, 125
FEBRUARY 11-17, 2013
Ukulondoloza Ukuma Kwethu ‘Njengezakhamuzi Zesikhashana’
IKHASI 19 • IZINGOMA: 107, 40
FEBRUARY 18-24, 2013
“Izakhamuzi Zesikhashana” Zinobunye Ekukhulekeleni Kweqiniso
IKHASI 24 • IZINGOMA: 124, 121
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 4-13
Kusho ukuthini ukuba ophumelela ngempela ekuphileni? Lezi zihloko zibonisa ukuthi impendulo enembile ihlukile endleleni izwe eliyibheka ngayo le ndaba. Sizobona nokuthi ukuze sibe abaphumelela ngempela, kumelwe sihlale sithembekile kuNkulunkulu futhi samukele imithwalo yemfanelo esinikwa yona.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 3, 4 AMAKHASI 19-28
AmaKristu agcotshiwe—futhi ngomqondo othile nabangane bawo ‘bezinye izimvu’—‘ayizakhamuzi zesikhashana’ kanjani? (Joh. 10:16; 1 Pet. 2:11) Lezi zihloko zizosinika impendulo futhi zizosiqinisa ekuzimiseleni kwethu ukuhlale sinjalo, sishumayela ngobunye njengengxenye yobuzalwane bomhlaba wonke.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 Qaphela Ukusebenzisa Ibhayibheli Ngendlela Ebonisa Ukukholelwa Ezeni
29 Inqabayokulinda Eyenziwe Lula—Kungani Ibe khona?
32 Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2012
ISEMBOZO: KunoFakazi abangaphezu kuka-100 000 eNingizimu Korea. Ngenxa yokuthi abathathi hlangothi kwezombusazwe futhi bayenqaba ukuphatha izikhali bayolwa nomakhelwane babo, abaningi kubo basejele. Ngisho noma belapho bayazikhandla ukuze banikeze ubufakazi obuhle, kungaba ngokubhala izincwadi
ENINGIZIMU KOREA
INANI LABANTU
48 184 000
ABAMEMEZELI
100 059
ABAZALWANE ABABESEJELE NGONYAKA ODLULE
731
AMAHORA ABAWACHITHA ENKONZWENI NGENYANGA
9 000