Uhlu Lokuphakathi
June 15, 2011
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
August 1-7, 2011
Kunezindaba Ezinhle Ezidingwa Abantu Bonke
IKHASI 7
August 8-14, 2011
UNkulunkulu Utusa Uthando Lwakhe Kithi
IKHASI 11
August 15-21, 2011
“Yalusani Umhlambi KaNkulunkulu Eniwuphathisiwe”
IKHASI 20
August 22-28, 2011
‘Baziseni Labo Abasebenza Kanzima Phakathi Kwenu’
IKHASI 24
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 7-15
Encwadini ayibhalela abaseRoma, umphostoli uPawulu wakhuluma ngephuzu eliqukethwe ‘izindaba ezinhle’ elihilela abantu abanesono. Iliphi, futhi ungazuza kanjani kulelo phuzu ‘lezindaba ezinhle’? Lezi zihloko ezimbili zizojulisa ukuqonda nokwazisa kwakho umhlatshelo kaJesu nothando uNkulunkulu alubonisile ngawo.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 3, 4 AMAKHASI 20-28
Lezi zihloko zibonisa indlela abadala abangajulisa ngayo ukwazisa kwabo ngelungelo lokwalusa. Zikhuluma nangezindlela ibandla elingabonisa ngayo ukwazisa okuqotho ngabadala.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 Ingabe Intsha Kufanele Ibhapathizwe?
16 Ingabe U-Abrahama Wayenawo Ngempela Amakamela?
18 ‘Uze Nemiqulu, Ikakhulukazi Eyesikhumba’
29 “Phumelelisa Indlela Yakho”—Kanjani?