Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2008
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
February 2-8, 2008
Kungani Kufanele Ugcine Ubuqotho?
IKHASI 3
IZINGOMA: 10, 160
February 9-15, 2008
Ingabe Uyobambelela Ebuqothweni Bakho?
IKHASI 7
IZINGOMA: 26, 29
February 16-22, 2008
Yazise Indima KaJesu Eyingqayizivele Enjongweni KaNkulunkulu
IKHASI 12
IZINGOMA: 205, 105
February 23, 2008–March 1, 2008
Sizimisele Ukunikeza Ubufakazi Obuphelele
IKHASI 16
IZINGOMA: 6, 193
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 3-11
Buyini ubuqotho? Kungani bubaluleke kangaka? Singabuthola futhi sibulondoloze kanjani? Uma buke basiphelela, singakwazi yini ukubuvuselela? Izimpendulo zale mibuzo uzozithola kulezi zihloko ezimbili.
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 12-16
UJesu unendima eyingqayizivele ekufezekeni kwenjongo kaNkulunkulu. Lesi sihloko sihlaziya iziqu eziyisithupha ezisebenza kuJesu. Lezi ziqu ziqokomisa ukuba kwakhe yingqayizivele. Sizobona nokuthi singamlingisa kanjani uJesu endleleni aye wagcwalisa ngayo indima yakhe eyingqayizivele.
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 16-20
Ukuhlola lokho umphostoli uPawulu akutshela abadala base-Efesu, njengoba kulotshwe encwadini yezEnzo isahluko 20, kungasisiza ukuba sibone indlela akwazi ngayo ukunikeza ubufakazi obuphelele. Sizothola nezifundo eziwusizo zendlela yokunikeza ubufakazi obuphelele ngezindaba ezinhle nangokuthi kungani kufanele senze kanjalo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Umbhalo We-cuneiform Wasendulo NeBhayibheli
IKHASI 21
IKHASI 23
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Ezincwadi ZikaJohane NekaJude
IKHASI 27
IKHASI 30
Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2008
IKHASI 31
IKHASI 32