Uhlu Lokuphakathi
January 15, 2008
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
February 11-17, 2008
“Qhubeka Uqaphela Inkonzo Owayamukela ENkosini”
IKHASI 4
IZINGOMA: 193, 151
February 18-24, 2008
Naka ‘Ikhono Lakho Lokufundisa’
IKHASI 8
IZINGOMA: 6, 123
February 25, 2008–March 2, 2008
‘Abathambekele Ngokufanele’ Bayasabela
IKHASI 13
IZINGOMA: 156, 133
March 3-9, 2008
Babalwa Njengabakufanelekele Ukuthola UMbuso
IKHASI 20
IZINGOMA: 195, 60
March 10-16, 2008
Babalwa Njengabakufanelekele Ukuqondiswa Emithonjeni Yamanzi Okuphila
IKHASI 24
IZINGOMA: 99, 187
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
Izihloko Ezifundwayo 1-3 AMAKHASI 4-17
Lezi zihloko ezifundwayo ezintathu zizoqinisa ukuzimisela kwakho ukuqhubeka uhlanganyela enkonzweni yobuKristu. Zizokukhumbuza isizathu esenza kudingeke ukuba ushiseke, zikubonise indlela yokuthuthukisa ‘ikhono lakho lokufundisa,’ futhi zikukhuthaze ngokukubonisa ukuthi kusenabaningi abasabelayo emsebenzini wokushumayela.
Izihloko Ezifundwayo 4, 5 AMAKHASI 20-28
Lezi zihloko ezifundwayo ezimbili zizoxoxa kabanzi ngethemba amaKristu eqiniso analo. Kungakhathaliseki ukuthi unethemba lokuphila noKristu emazulwini noma lokuphila phakade emhlabeni ngaphansi kokubusa koMbuso, lezi zihloko zizokwenza uwazise ngokwengeziwe umusa wothando kaJehova nokuhlakanipha kwakhe okungaphenyeki.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Umagazini Omusha Ofundwayo We-Nqabayokulinda
IKHASI 3
Bacebisa Ukuphila Kwabo—Ungakwenza Yini Okufanayo?
IKHASI 17
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Encwadi KaMathewu
IKHASI 29
Lapho AmaKristu Ehlungwa Njengokolweni
IKHASI 32