Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w07 3/1 k. 32
  • Isenzakalo Okufanele Sikhunjulwe!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isenzakalo Okufanele Sikhunjulwe!
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2007
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2007
w07 3/1 k. 32

Isenzakalo Okufanele Sikhunjulwe!

NgoMsombuluko, ngo-April 2

KwakunguNisani 14 ngonyaka ka-33 C.E. UJesu wayephuza indebe yewayini futhi edla isinkwa esingenamvubelo nabaphostoli bakhe. Wathini kubo? Wathi: “Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.”—Luka 22:19.

Ngakho, kanye ngonyaka, oFakazi BakaJehova emhlabeni wonke bayahlangana ukuze bakhumbule ukufa kukaJesu ngendlela athi kufanele kukhunjulwe ngayo ngalobo busuku. Kulo nyaka, uNisani 14 uqala ngoMsombuluko, ngo-April 2, ngemva kokushona kwelanga. Umenywa ngokufudumele ukuba ube nathi kulo mhlangano wesikhumbuzo ngalobo busuku. Siza uthintane noFakazi BakaJehova endaweni yakini ukuze uthole ukuthi lo mhlangano uyoba kuphi futhi nini.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela