Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w89 10/1 k. 32
  • “Ngingayikhetha Ngokujabula IPhaphama!”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Ngingayikhetha Ngokujabula IPhaphama!”
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
w89 10/1 k. 32

“Ngingayikhetha Ngokujabula IPhaphama!”

Wabhala kanjalo uFrank Senge kuyiPost-Courier yasePapua eNew Guinea. Ohlelweni lwakhe lwamasonto onke lukaJuly 19, 1988, uSenge wachaza:

“Ikhasi okubhalwa kulo okuphakathi likamagazini [wePhaphama!] lichaza ukuthi inyatheliselwa ‘ukukhanyisela wonke umkhaya.’

“Ithi ‘ibonisa indlela yokubhekana nezinkinga zanamuhla.’

“Futhi iyakwenza ngempela. Ngokungafani namanye amaphephandaba amasonto noma omagazini, iPhaphama! ichaza uNkulunkulu ngezinkinga zezwe ezisizungezile. . . .

“Lokhu kungase kubonakale njengenkulumo-ze engokwenkolo (angiyena [uFakazi]) . . . kodwa uma kungadingeka ukuba ngikhethe omagazini, bomkhaya, ngingayikhetha ngokujabula iPhaphama!”

Sinomuzwa wokuthi nawe uyoyijabulela iPhaphama! Ikhophi ngayinye kamagazini inyathaliswa ngesilinganiso samakhophi ayi-11 250 000 futhi ikhishwa ngezilimi ezingama-54.

Sizani ningithumele isikhokhelo sonyaka sePhaphama! Ngifaka u-R6 ngamakhophi alomagazini ayi-12 (ikhophi eyodwa ngenyanga).

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela