Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w88 7/1 k. 32
  • Usizo Ekukhetheni Abangane

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Usizo Ekukhetheni Abangane
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
w88 7/1 k. 32

Usizo Ekukhetheni Abangane

Ubungalusebenzisa yini oluthile? Intsha ibhekana nezinqumo eziningi ezinzima njengoba ikhula kulezinkathi zokukhathazeka. Intombazanyana yaseBrithani iyabhala ngokuphathelene nosizo olunikezwa incwadi Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo:

“Ngiyaqiniseka ukuthi iyincwadi ephuma phambili kwezike zalotshelwa izingane. Ngineminyaka eyi-13 ubudala, futhi ingisize ngezinto eziningi, njengokuthi ‘Kungani Kufanele Ufunde Esikoleni?’ ‘Ingabe Uyakuqeda Okuqalayo?’ nokuthi ‘Luhlobo Luni Lwabangane Olufunayo?’ Ngiye ngaba nezinkinga ezithile ekukhetheni abangane, futhi lesahluko siye sangisiza ngempela. Ngiyanibonga ngalencwadi emangalisa ngempela.”

Nawe futhi ungayithola lencwadi, ecabangela imibuzo engenhla neminye eminingi, ngokugcwalisa bese uthumela ikhuphoni elingezansi. Ingu-R2 kuphela.

Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile, enamakhasi ayi-192. Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo. Ngifaka u-R2.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela