Ukubhujiswa Kwezwe Kuqala—Bese Kuba Ukuthula Kwezwe
Ukubhujiswa kwezwe kuyoza kanjani? Obani abayosinda? Ukuthula kwezwe kuyolandela kanjani? Ingabe abantu bayokuletha ukuthula?
INqabayokulinda nePhaphama! ziyihlola njalo leyomibuzo ebalulekile, zinikeze izimpendulo ezisekelwe eBhayibhelini. Ngokwesibonelo, omagazini abaningi abadlule baye baxoxa ngazo kanye lezindaba. Ungaphuthelwa omagazini abalandelayo! Thumela u-R9,75 kuphela uyothola INqabayokulinda nomngane wayo iPhaphama! unyaka owodwa.
Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! ngifaka u-R9,75.