Amatekisi Ezinsuku ZikaSeptember, 1983
1 Okhuthazelayo kuze kube-sekupheleni, nguyena oyakusindiswa.—Math. 24:13. wZU 5/1/83 10, 12b
2 Amandla ethu avela kuNkulunkulu, oyena futhi osenzela amandla okuba-yizikhonzi.—2 Kor. 3:5, 6. wZU 6/1/83 7-12
3 Amazwi akho aba-ngukujabula kimi nokuthokoza kwenhliziyo yami, ngokuba ngibizwa ngegama lakho, Jehova Nkulunkulu-Sebawoti.—Jer. 15:16. wZU 3/15/83 10-12
4 Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu ilungele ukufundisa, . . . ukuze umuntu kaNkulunkulu aphelele, apheleliselwe yonke imisebenzi emihle.—2 Thim. 3:16, 17. wZU 4/1/83 15, 16a
5 Nginamandla okwenza konke ngaye ongiqinisayo.—Fil. 4:13. wZU 6/15/83 16-18
6 Abangamesabi uNkulunkulu, . . . bephika uMbusi oyedwa neNkosi yethu uJesu Kristu.—Juda 4. wZU 2/1/83 14, 17-19
7 Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni.—Math. 24:16. wZU 3/1/83 16, 17a
8 Bheka, kuhle, kumnandi kangaka ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye. Kufana namafutha amahle ekhanda ehlela esilevini, isilevu sika-Aroni, . . . Kufana namazolo aseHermoni ehlela ezintabeni zaseSiyoni.—IHu. 133:1-3. wZU 5/1/83 6, 7
9 Ndodana yami, uma inhliziyo yakho ihlakanipha, inhliziyo yami iyakuthokoza, yebo, eyami.—IzAga 23:15. wZU 4/15/83 22, 23a
10 Nani naba-ngabalingisi bethu nabeNkosi senilamukele izwi ekukhathazekeni okukhulu ngokuthokoza kukaMoya oNgcwele.—1 Thes. 1:6. wZU 3/15/83 6, 7
11 Kukho konke sizibonakalisa njengezikhonzi zikaNkulunkulu ekubekezeleni okukhulu, nasosizini.—2 Kor. 6:4. wZU 6/1/83 3, 4a
12 Nani-boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.—Efe. 6:4. wZU 5/15/82 13
13 Uma umuntu engazalwa ngamanzi nangoMoya, angengene embusweni kaNkulunkulu.—Joh. 3:5. wZU 4/1/82 11-13a
14 Konke akukhulumileyo uJehova siyakukwenza.—Eks. 19:8. wZU 4/15/82 6, 7
15 Udrako wamthukuthelela owesifazane, wamuka, wayokulwa nabaseleyo benzalo yakhe, labo abagcina imiyalo kaNkulunkulu nabanobufakazi bukaJesu.—IsAm. 12:17. wZU 5/1/83 7, 8
16 UNkulunkulu uqinisile, wonke umuntu ungumqambimanga.—Roma 3:4. wZU 9/1/82 4, 5a
17 Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando nemisebenzi emihle, singakuyeki ukuhlangana kwethu.—Heb. 10:24, 25. wZU 10/1/82 20, 21a
18 Mawufike umbuso wakho.—Math. 6:10. wZU 10/15/82 11-13b
19 Kepha lengcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obukhulu kakhulu bube-ngobukaNkulunkulu, bungabi-ngobuvela kithi.—2 Kor. 4:7. wZU 6/15/83 21, 22a
20 Saba-mnene phakathi kwenu njengokuba umdlezane ondla abantwana bakhe.—1 Thes. 2:7. wZU 8/1/82 1, 2
21 Sisebenza ubusuku nemini ukuba singasindi-muntu kini.—2 Thes. 3:8. wZU 8/15/82 10, 11a
22 Abanye bahlushwa, kabavuma ukukhululwa, ukuze bathole ukuvuka okuhle.—Heb. 11:35. wZU 9/15/82 13, 14
23 Yembathani uthando oluyisibopho sokuphelela.—Kol. 3:14. wZU 5/1/83 12, 13
24 Ngalokho hambani, nenze izizwe zonke abafundi, nibabhapathize . . . nibafundise ukugcina konke enginiyalé ngakho.—Math. 28:19, 20. wZU 6/1/83 15, 16
25 Ngokuba asibambene negazi nenyama, kodwa sibambene nemibuso, namandla, nabawomoya bobubi emkhathini.—Efe. 6:12. wZU 11/15/82 3, 4a
26 Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, . . . nokuzithiba.—Gal. 6:22, 23. wZU 12/1/82 15, 16a
27 Wabeletha umntwana wesilisa ozakubusa izizwe zonke ngentonga yensimbi.—IsAm. 12:5. wZU 12/15/82 15-17
28 Okungubufakazi bukanembeza wethu, ukuthi sahamba . . . maqondana nani. . . ngobungcwele nangobuqotho bukaNkulunkulu.—2 Kor. 1:12. wZU 1/1/83 8, 9a
29 Siyazi ukuthi sidlulile ekufeni, sangena ekuphileni, ngokuba sithanda abazalwane.—1 Joh. 3:14. wZU 5/1/83 10, 11
30 Bhekani, mina nginani izinsuku zonke kuze kube-sekupheleni kwezwe.—Math. 28:20. wZU 11/1/82 3, 4b