Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w83 1/15 k. 32
  • Indawo Yokuqala

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Indawo Yokuqala
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
w83 1/15 k. 32

Indawo Yokuqala

Umfundi weNqabayokulinda wabhala: “Lapho sisembukisweni wamaNdiya eChoctaw ePhiladelphia, eMississippi, ngoJuly 1981, saba nethuba lokubona imibukiso eminingi ethakazelisayo yobuciko neyezandla yamaNdiya. Nalapho sibheka lapho kubukiswa khona ngemiklomelo yabazowina samangala ngokujabula ukuthola ukuthi eNdaweni Yokuqala phakathi kwezincwadi zenkolo kwakuyiNcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli.”

Sinomuzwa wokuthi, nawe, uyoyazisa kakhulu lencwadi enemifanekiso emihle nebhalwe ngokugqamile. Izindaba zayo eziyi-116 zeBhayibheli zinikeza umfundi umbono walokho iBhayibheli elikuqukethe. Lezizindaba zivela ngokulandelana kokwenzeka kwezenzakalo emlandweni. Uyokuthola kuwusizo ngempela lokhu ekufundeni ngesikhathi okwenzeka ngaso izinto ngokuhlobene nezinye emlandweni. Zitholele lencwadi ewusizo enamakhasi angama-256 ngokugcwalisa futhi uthumele lelikhuphoni.

Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli, ngifaka uR3,00.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela