Uhlu Lokuphakathi
August 2008
Ukufudumala Kwembulunga Yonke—Ingabe Iplanethi EwuMhlaba Isengozini?
Iyanda imibiko yemithombo yezindaba ethi uma singenzi okuthile manje, ukufudu-mala kwembulunga yonke kungabangela ukushintsha okukhulu kwesimo sezulu oku-ngaba ingozi kithi nasemvelweni. Ingabe kufanele sikhathazeke? Cabangela ubufakazi.
3 Ingabe Izimpawu Zenhlekelele?
4 Ingabe Iplanethi EwuMhlaba Iyasongelwa?
8 Ikusasa LoMhlaba—Lisezandleni Zikabani?
13 Lapho Amasonto Efika ETahiti
22 Lapho Umntwana We-gorilla Ekhala
29 “Siyanibonga Ngothando Olukhulu Eninalo Ngabantu”
32 Isiqondiso Ngesikhathi Sokulila
Uthando Olunamandla Kunesiphepho! 16
Funda ngalokho abantu abakushoyo ngezinhlekelele zemvelo—hhayi izisulu kodwa izisebenzi zosizo eziye zadela konke ukuze zisize.
Ingabe UNkulunkulu Kufanele Akhulekelwe Ngezithombe? 20
Izigidi zabantu zisebenzisa izithombe nezithixo ukuze zizisize ekukhulekeleni. UMdali uyibheka kanjani le mikhuba?
[Isithombe ekhasini 2]
Isomiso e-Australia
[Isithombe ekhasini 2]
Izikhukhula eTuvalu
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
COVER: © Ingrid Visser/SeaPics.com; page 2: Australia: Photo by Jonathan Wood/Getty Images; Tuvalu: Gary Braasch/ZUMA Press