Uhlu Lokuphakathi
April 2006
Injabulo Yangempela?
Abantu abaningi balwela ukuthola injabulo, kodwa kubonakala bembalwa abayitholayo. Kungani? Siyini isihluthulelo sokuthola injabulo yangempela?
3 Ungayithola Injabulo Yangempela!
4 Indlela Yokuthola Injabulo Yangempela
20 Ngafunda Ukuthembela KuNkulunkulu
30 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
32 Usizo Lokuvikela Izingane Zethu
Usuku Lokuvakashela EChernobyl 14
Ngo-April kuyobe kukhunjulwa iminyaka engu-20 kwenzeka inhlekelele enkulu kunazo zonke ezenzeka ngesikhathi sokuthula. Abantu babhekana kanjani nayo?
Ukukhulisa Izingane Ezinezidingo Ezikhethekile 25
Kulinganiselwa ukuthi umphakathi womhlaba ongaba amaphesenti amathathu uhlushwa uhlobo oluthile lokuphazamiseka kwengqondo. Funda ukuthi eminye imikhaya enezingane ezikhubazeke ngale ndlela ibhekana kanjani ngokuphumelelayo nale nkinga.