Ikhasi Lesibili
October 8, 2005
Ingabe Usengozini Yogibe Lokuphuza?
Ukuphuza kungase kulethe injabulo ngezikhathi ezithile noma kuqale inkinga eqhubeka njalo yokucindezeleka, izifo nokufa. Ungalugwema kanjani ugibe lokuphuza ngokweqile?
Yini Okufanele Ngiyazi Ngezingosi Zengevu Ze-Internet? 13
Izingosi zengevu ziyikhanga kakhulu intsha esebenzisa i-Internet. Kodwa ingabe kunezingozi okufanele uziqaphele?
Ingabe Abesifazane Kufanele Babufihle Ubuhle Babo? 16
Ezinye izinkolo azikuthandi ukuzihlobisa kwabesifazane. Lithini iBhayibheli?