Ikhasi Lesibili
Ingabe Sishintsha Isimo Sezulu? 3-10
Ososayensi abaningi banovalo lokuthi isimo sezulu somhlaba siyafudumala nokuthi ushintsho olunjalo lungabangela inhlekelele ekhulwini leminyaka elizayo. Ingabe sikhona isizathu sokuba babe novalo? Uma kunjalo, ingabe abantu banecala? Ingabe kufanele sikhathazeke ngekusasa leplanethi yethu?
Ubani Okufanele Abe Isibonelo Engisilingisayo? 12
Intsha eningi ilingisa osaziwayo bamabhayisikobho, abaculi nabadlali. Ingabe kunendaba ngempela ukuthi yiziphi izibonelo okhetha ukuzilingisa?
Ukwakheka Kweziqhingi 24
IziQhingi zaseHawaii zenza umuntu acabange ngepharadesi, amabhishi afudumele nemimoya epholile ehelezayo. Kwenzeka kanjani ukuba zibe kuleyo ndawo?
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
Mountain High Maps® Copyright © 1997 Digital Wisdom, Inc.
COVER: Richard Kaylin/Tony Stone Images
Dept. of Interior, National Park Service