Ikhasi Lesibili
I-internet Ingabe Ikulungele? 3-13
Iyindlela eholela emithonjeni yokwaziswa ebonakala ingenakuphela. Abanye bayibiza ngokuthi umgwaqo omkhulu wokwaziswa. Ingabe wena ngokwakho uyayidinga? Ingabe zikhona izizathu zokuba uqaphe?
Kungani Njalo Kuyiphutha Lami? 18
Ingabe kubonakala sengathi kungakhathaliseki ukuthi yini engahambi kahle, kuyosolwa wena? Ungabhekana kanjani nokubhacekwa ngecala?
Izindlela Zokuphila Eziyingozi—Zibangela Izindleko Ezingakanani? 24
Abantu abaningi balaliswa ezibhedlela ngenxa yezifo nokulimala obekungagwenywa. Iyini imbangela? Izindlela zokuphila eziyingozi.