Ikhasi Lesibili
Amandiya Asemelika Liyini Ikusasa Lawo? 3-16
Sekungamashumi eminyaka amafilimu aseHollywood ebonisa umshikashika oyihaba phakathi kwama-cowboy namaNdiya. Liyini iqiniso ngamaMelika Omdabu? Liyini ikusasa lawo?
Ingabe Abefundisi Bobu-Orthodox Bahlala Bephapheme? 19
Abefundisi bobu-Orthodox baseGreece bagubha “uNyaka We-Apocalypse” ngo-1995. Lemikhosi yaveza ukuhlukana ezigabeni zabo.
EPompeii—Lapho Isikhathi Sama Khona 22
Ukutholakala kwePompeii ngaphansi kwezindunduma zomlotha kusinikeza umbono othakazelisayo ngokuphila kwaseRoma yasendulo.
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
Photo: Garo Nalbandian
Cover: Artwork based on photograph by Edward S. Curtis
Logo for pages 2, 4, 7, and 12: Indian face: D. F. Barry Photograph, Thomas M. Heski Collection; dancing Indian: Men: A Pictorial Archive from Nineteenth-Century Sources/Dover Publications, Inc.; tepees: Leslie’s; rectangular design: Decorative Art; circular designs: Authentic Indian Designs