Ikhasi Lesibili
Usizi Lwababaleki—ingabe Luyoke Luphele? 3-11
Amashumi ezigidi aye aphoqeleka ukuba abaleke. Kunjani ukuphila kombaleki? Kungani lenkinga iba yimbi nakakhulu? Liyini ikhambi?
Ingabe Kufanele Ngidlale Imidlalo Ye-computer Noma Ye-video? 12
Imidlalo ye-computer neye-video ibonakala iwukuzijabulisa okungenangozi. Ingabe uyazazi izingozi zayo? Ingabe uyokhetha ngokuhlakanipha?
Ukukhama Injoloba—Umsebenzi Othinta Ukuphila Kwakho 18
Injoloba isetshenziswa emikhiqizweni eminingi. Ivelaphi, futhi yini eyenza ibe usizo kangaka?
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Cover: Albert Facelly/Sipa Press