Ikhasi Lesibili
Lapho Ukuhlukunyezwa Ngokobulili Kuyobe Kungasekho! 3-10
Abesifazane abaningi bakuthola kusabisa kakhulu ukuba semsebenzini. Ukuhlaselwa okululazayo kuhambisana nenkulumo engenanhlonipho, esikisela ukuziphatha okubi. Imizamo yabaqashi kanye nokuphendukela ezinkantolo kuye kwaveza imiphumela ethile emihle. Abesifazane abangamaKristu baye bakuthola kuwusizo ukusebenzisa izimiso zeBhayibheli endleleni abagqoka futhi baziphathe ngayo.
Impukuvane—Ingabe Iyisiqalekiso Sase-Afrika? 11
Impukuvane iyisitha esikhulu, kodwa ingabe imbi kangako?
Ama-lahar—Umphumela WeMount Pinatubo 17
Ama-lahar ayingxube yamanzi nodaka lwentaba-mlilo ejiya kangangokuba injengokhonkolo ogelezayo. Ayabhubhisa!
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
©Martin Dohrn, The National Audubon Society Collection/PR