Ikhasi Lesibili
Isehlukaniso—Ingabe Siholela Ekuphileni Okujabulisayo? 3-11
Isehlukaniso siba indlela eyamukelekayo yokufuna ukuphila okujabulisa ngokwengeziwe. Inani liyanda naseMpumalanga, lapho isehlukaniso sake sazondwa khona. Ingabe isehlukaniso siwukuphela kwendlela yokuphuma emshadweni ongajabulisi?
Ingabe Ukwakha Amaphupho Akulungile? 23
Ukwakha amaphupho kuvamile phakathi kwabasha nabadala; nokho, ingabe kunengozi?
Ingabe Kufanele Uthembele Kunembeza Wakho Ukuba Ukuqondise? 26
Unembeza kaSawule walungiswa ngemva kokuba ebone ukukhanya okwakuvela ezulwini. Bangasizwa kanjani abanye?
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Scala/Art Resource, N.Y.