Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g92 2/22 k. 2
  • Ikhasi Lesibili

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ikhasi Lesibili
  • I-Phaphama!—1992
  • Izihlokwana
  • Imfundo Yobulili—Ubani Okufanele Ayinikeze? 3-11
  • Ukusiza Labo Abanokuphazamiseka Kwemikhuba Yokudla 12
  • Inguquko Yezezimboni—Iye Yaholelaphi? 16
I-Phaphama!—1992
g92 2/22 k. 2

Ikhasi Lesibili

Imfundo Yobulili—Ubani Okufanele Ayinikeze? 3-11

Namuhla izingane zigxishwa ukwaziswa okuphathelene nobulili. Kodwa ngokuvamile lokho ezikufundayo akulungile futhi kungazilimaza kakhulu. Abazali bangazifundisa kanjani ngokufanele izingane zabo ngobulili? Kufanele baqale nini? Uzothola izihloko ezilandelayo ziwusizo.

Ukusiza Labo Abanokuphazamiseka Kwemikhuba Yokudla 12

Ukuphazamiseka kwemikhuba yokudla kukhathaza izigidi. Kuthiwani uma kungothile osekhaya lakho noma ongumngane? Kunezinyathelo eziphumelelayo ongazithatha ukuze umsize.

Inguquko Yezezimboni—Iye Yaholelaphi? 16

Iye yaholela ekunethezekeni kwesimanje kanye nasezinzuzweni zezinto ezibonakalayo eziningi. Nakuba kunjalo kunezici zayo ezidabukisayo. Funda indlela enikele ngayo ebugqilini ngisho nasezimpini ezimbi.

[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]

The Old Print Shop/Kenneth M. Newman

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela