Ikhasi Lesibili
’Kwase Kudilizwa Udonga’ 3-15
Umzabalazo obheke embusweni wentando yeningi eMpumalanga Yurophu uye washintsha ukuphila kwezigidi. Wenzeka kanjani? Futhi inkolo kulawomazwe iyothinteka kanjani?
UMbuso Owakhelwe Esihlabathini, Kuwoyela, Nasenkolweni 16
ISaudi Arabia—ingabe imane iwumbuso obusiswe ngowoyela, noma ingabe kukhona okwengeziwe kuyo? Iyiphi indima efezwa inkolo?
IDolobha LaseMexico—Ingabe Liyisithabathaba Esikhulayo? 25
IDolobha laseMcxico lingelinye lamadolobha amakhulu kakhulu emhlabeni. Ukungcola kuyinkinga enkulu. Yimaphi amakhambi aye asetshenziswa izikhulu zaseMexico’.’
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Cover photo: Reuters/Bettmann Newsphotos