Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g89 4/8 k. 2
  • Ikhasi Lesibili

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ikhasi Lesibili
  • I-Phaphama!—1989
I-Phaphama!—1989
g89 4/8 k. 2

Ikhasi Lesibili

UkuQothulwa Kwesizwe—lawomazwi avusa izinkumbulo zokubulawa ngesu elithile kwezigidi zamaJuda ngaphansi kombuso kaHitler wobuNazi eJalimane kusukela ngo-1933 kuya ku-1945. Kodwa futhi aphakamisa imibuzo eminingi:

Ingabe kwenzeka ngempela?

Ingabe ukuQothulwa Kwesizwe kumelwe kubhekwe njengenhlekelele yamaJuda kuphela?

Kungani kuvezwa lendaba futhi, eminyakeni engaphezu kwama-40 ngemva kokuphela kweMpi Yezwe II?

Ingabe babekhona ababemelene ngobuqotho nezimiso zikaHitler?

Kungani uNkulunkulu avumela ukuQothulwa Kwesizwe kwenzeke?

Kunaliphi ithemba ngezigidi ezabulawa noma ezazifukuziswa futhi zibulawa ngendlala phakathi naleyonkathi yobumnyama? Ingabe ukufa kwabo akusenathemba, noma ingabe bayobuye baphile?

Uchungechunge lwethu oluqalayo luzocabangela lemibuzo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela