Wake Wazibuza Yini Le Mibuzo Elandelayo?
Uma wonke umuntu ethanda ukuthula, pho kungani kunezimpi ezingaka?
Singakwazi yini ukuba nokuthula kwangempela kuleli zwe eligcwele udlame?
Siyoke sibe khona yini isikhathi lapho izimpi ziyobe zingasekho nhlobo?
Zingakumangaza izimpendulo zeBhayibheli zale mibuzo futhi akungabazeki ukuthi zingakududuza.
Zihlolele ukuthi lithini iBhayibheli ngale ndaba ebalulekile kule Nqabayokulinda.