Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w23 Agasti k. 32
  • Amacebiso Okutadisha

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amacebiso Okutadisha
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Thola Okwengeziwe Ngezimfanelo ZikaJehova Eziyigugu
  • Thola Amagugu Angokomoya Ongawasebenzisa
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
  • Indlela I-Index Engawuzuzisa Ngayo Umkhaya
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • Unjani UJehova?
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
  • Ukufeza Inkonzo Yethu YoMbuso NjengoFakazi BakaJehova
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
w23 Agasti k. 32

Amacebiso Okutadisha

Thola Okwengeziwe Ngezimfanelo ZikaJehova Eziyigugu

Lapho sifunda iBhayibheli, singasebenzisa amathuluzi okutadisha ahlukahlukene ukuze siqonde esikufundayo. Kodwa kuhle ukuthi uma sifunda, singafundeli nje ukwandisa ulwazi lweBhayibheli. Sifuna ukuthola amagugu aphathelene nobuntu bukaJehova azosenza simthande nakakhulu. Ukuze sikwenze lokho, singazibuza, ‘Le ndaba ingifundisani ngoJehova?’

Singafuna ubufakazi bendlela abonisa ngayo izimfanelo zakhe ezivelele ezinjengothando, ukuhlakanipha, ubulungisa namandla. Kodwa uJehova akagcini ngokuba nalezi zimfanelo, unazo nezinye ezinhle. Ungalutholaphi ulwazi olwengeziwe ngezimfanelo zakhe?

Bheka INcwadi Yokucwaninga YoFakazi BakaJehova ngaphansi kwesihloko esithi “UJehova UNkulunkulu” bese ubheka isihlokwana esithi “Izimfanelo ZikaJehova.” Yibe usucwaninga ngalezo okukhulunywa ngazo endabeni oyifundayo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela