UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Indodana Yolahleko Iyabuya
BUKA IVIDIYO ETHI INDODANA YOLAHLEKO IYABUYA BESE UPHENDULA IMIBUZO ELANDELAYO:
Yini eyayibonisa ukuthi uDelisa kancane kancane wayelahlekelwa ubungane bakhe noJehova, futhi umndeni wakhe nabadala bazama kanjani ukumsiza?
UMfowethu noDadewethu Mbatha baba kanjani abazali abayisibonelo esihle?
Iziphi izifundo le vidiyo esifundisa zona ngokuphathelene . . .
nokuchitha isikhathi esiningi namandla ethu emsebenzini wokuziphilisa?
nabangane ababi?
nokulalela iseluleko?
nokuphenduka kanye nokuthethelela?