AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | NEHEMIYA 5-8
UNehemiya Wayengumbonisi Ovelele
Tishri 455 B.C.E.
Cishe kulesi senzakalo, uNehemiya waqondisa abantu ukuba babuthane ekukhulekeleni kweqiniso
Kwaba nenjabulo enkulu
Izinhloko zemindeni zahlangana ukuze zibone ukuthi zingawulandela kanjani eduze uMthetho kaNkulunkulu
Abantu balungiselela ukugubha uMkhosi Wamadokodo ojabulisayo