Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Febhuwari k. 4
  • February 15-21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • February 15-21
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Febhuwari k. 4

February 15-21

NEHEMIYA 9-11

  • INgoma 84 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Abakhulekeli Abathembekile Basekela Amalungiselelo Angokwasezulwini”: (10 imiz.)

    • Neh 10:28-30—Bavuma ukungashadiselani ‘nezizwe zezwe’ (w98 10/15 21 ¶11)

    • Neh 10:32-39—Banquma ukusekela ukukhulekela kweqiniso ngezindlela ezihlukahlukene (w98 10/15 21 ¶11-12)

    • Neh 11:1, 2—Basekela ngokuzithandela ilungiselelo elingokwasezulwini elikhethekile (w06 2/1 11 ¶6; w98 10/15 22 ¶13)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Neh 9:19-21—UJehova ubonise kanjani ukuthi ubanakekela kahle abantu bakhe? (w13 9/15 9 ¶9-10)

    • Neh 9:6-38—Yisiphi isibonelo esihle amaLevi asibekela sona ngokuphathelene nomthandazo? (w13 10/15 22-23 ¶6-7)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Neh 11:15-36 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Khulumela i-Phaphama! yamuva usebenzisa isihloko esithi “Usizo Lomkhaya—Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso.” Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu obonise isithakazelo esihlokweni esithi “Usizo Lomkhaya—Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso” esikuyi-Phaphama! yamuva. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli. (bh 32-33 ¶13-14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 19

  • “Ukuphila Okungcono Kakhulu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video. Yibe usubuza imibuzo. Xoxa nommemezeli ongashadile noma oshadile owasebenzisa kahle iminyaka eminingana engashadile ukuze enze okwengeziwe enkonzweni kaJehova. (1Ko 7:35) Yiziphi izibusiso azithola?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 9 ¶1-13 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 76 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela