Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/15 k. 3
  • Kudingeka Silungiselele Ukuze Sifundise Ngekhono

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Kudingeka Silungiselele Ukuze Sifundise Ngekhono
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kulungiselele Kahle Ukufundisa
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ingxenye 2: Ukulungiselela Ukuqhuba Isifundo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ukuqhuba Izifundo ZeBhayibheli Ezithuthukayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indlela Yokusiza Omfundela IBhayibheli Athuthuke Aze Abhapathizwe​—Ingxenye 1
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2020
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 11/15 k. 3

Kudingeka Silungiselele Ukuze Sifundise Ngekhono

UJesu wabuzwa okungenani kabili umbuzo ofanayo mayelana nokuphila okuphakade, kodwa isikhathi ngasinye wafanelanisa impendulo yakhe nezidingo zomuntu owayembuza. (Luka 10:​25-28; 18:​18-20) Ngakho, nakuba kungenzeka siyazi kahle indaba esizoyifunda, kufanele siyilungiselele kusengaphambili sicabanga ngomfundi. Yimaphi amaphuzu angase akuthole kunzima ukuwaqonda noma ukuwamukela? Yimiphi imiBhalo ekhonjiwe okufanele siyifunde naye? Kungakanani okufanele sizame ukukufunda naye? Kungase kudingeke silungiselele umfanekiso, incazelo noma uhlu lwemibuzo ukuze sisize umfundi akuqonde akufundayo. Ngaphezu kwalokho, njengoba kunguJehova okhulisa imbewu yeqiniso enhliziyweni, kufanele sicele isibusiso sakhe emizamweni yethu yokulungiselela, kwesimfundelayo nasemizamweni yethu yokumsiza ngokomoya.​—1 Kor. 3:6; Jak. 1:5.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela