Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/12 k. 2
  • “Amacebiso Okuhambisa Omagazini . . . ”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Amacebiso Okuhambisa Omagazini . . . ”
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Hambisa Omagazini Lapho Ushumayela
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Basebenzise Kahle Omagazini Bethu
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • Bekela Eceleni Isikhathi Somsebenzi Kamagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • Hambisa Omagazini Ngawo Wonke Amathuba
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 12/12 k. 2

“Amacebiso Okuhambisa Omagazini . . . ”

Ngokuvamile, nyanga zonke eMhlanganweni Wenkonzo siba nengxenye ephathelene nokuhambisa omagazini. Injongo yayo ayikona ukubukeza lokho okuqukethwe omagazini. Kunalokho, ihlelelwe ukuxoxa ngamacebiso okuhambisa omagazini. Ngakho-ke, ngokweziqondiso, umzalwane owabelwe wenza isethulo esifushanyana esivusa isasasa ngomagazini. Ube esededela abamemezeli basho ukuthi bangasikhulumela kanjani isihloko ngasinye (noma uchungechunge), ukuze bonke bathole ithuba lokuphawula amaphuzu abafuna ukuwasebenzisa esihlokweni ngasinye. Kunokuba acele izilaleli ukuba zisho yonke intshumayelo, ucela ukuphawula okumbalwa ngombuzo ovusa isithakazelo ongabuzwa nangomBhalo ongafundwa. Uphetha ngokuba kwenziwe imiboniso yendlela ongahanjiswa ngayo umagazini ngamunye. Sikhuthazwa ukuba sibafunde kusengaphambili omagazini futhi sikulungele ukunikeza ukusikisela. Uma sonke silungiselela kahle, le ngxenye iyosiza ngamunye wethu ukuba alole ubuso bomunye.—IzAga 27:17.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela