Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/08 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Okufanele Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
km 10/08 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Oct. 1

“Ochwepheshe bayakuqaphela ukubaluleka kwendima kababa ekuphileni komkhaya. Ucabanga ukuthi yini eyenza umuntu abe ubaba omuhle? [Lindela impendulo.] UJesu wagcizelela indlela isibonelo sikaYise esamsiza ngayo. [Funda uJohane 5:19.] Lesi sihloko sichaza izinto eziyisithupha ezibalulekile eziyindima kababa.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 18.

Phaphama! Oct.

“Abantu bezinkolo ezihlukahlukene banemibono engqubuzanayo ngokuthi unjani ngempela uNkulunkulu. Kodwa iNdodana kaNkulunkulu yamchaza kanjani uYise? Phawula amazwi kaJesu kuJohane 4:24. [Funda.] Emakhasini nje amabili, lesi sihloko sichaza umbono weBhayibheli ngalo mbuzo, “Unjani uNkulunkulu?” Khulumela isihloko esisekhasini 24 no-25.

INqabayokulinda Nov. 1

“Abantu abaningi abakwazi ukuvumelanisa ukukholelwa kwabo kuNkulunkulu onothando nemfundiso yokuhlushwa kuze kube phakade. Wena ucabangani? [Lindela impendulo.] IBhayibheli lifundisa ngokucacile ukuthi uNkulunkulu akanalo unya noma impindiselo. [Funda uHezekeli 18:23.] Uzozijabulela izizathu ezingokomBhalo ezichazwa kulo magazini.”

Phaphama! Nov.

“Abantu bavame ukuhlobanisa impumelelo nodumo, ingcebo, noma amandla. Ungayichaza kanjani impumelelo? [Lindela impendulo.] Phawula ukuthi iBhayibheli lithi yini eholela empumelelweni. [Funda iHubo 1:1-3.] Lesi sihloko sichaza izihluthulelo eziyisithupha zempumelelo.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 6.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela