Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/94 k. 7
  • IBhokisi Lemibuzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IBhokisi Lemibuzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
  • Indlela Ilungiselelo LeSifundo Sencwadi Sebandla Elisisiza Ngayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ingxenye 3—Isikhungo Senkonzo Yasensimini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
km 4/94 k. 7

IBhokisi Lemibuzo

◼ Kufanele ziqhutshwe nini iZifundo Zencwadi Zebandla?

Kuvame ukuba wusizo futhi kube lula kakhudlwana uma amaqembu esifundo sencwadi amaningana ehlangana ezindaweni ezihlukahlukene ensimini yebandla kunokuba bonke abantu bahlangane eHholo LoMbuso. Lezifundo kufanele ziqhutshwe ngezikhathi okuyoba lula ngazo ngeningi labantu ababelwe kuzo ukuba babekhona. Ngokuvamile lezifundo ziba kusihlwa phakathi nesonto ngosuku okungekho eminye imihlangano ngalo noma okungahleliwe ngalo imisebenzi yenkonzo. Nokho, kungase kube nenzuzo ukuhlela ukuba isifundo sencwadi sibe semini ukuze nasebekhulile abamadolonzima ukuhamba sekuhwalele nabasebenza ebusuku bakwazi ukuba khona. Ezimweni ezimbalwa, kungaba wusizo ukuqhuba isifundo emini ngempelasonto.

Abadala bangenza ukuhlola okufanele ukuze bathole ukuthi yiziphi izikhathi ‘eziyoba lula ngeningi labamemezeli’ kanye nabathakazelayo. (omZU k. 62) Isikhathi esikhethwayo kufanele sibe ngosuku nangehora okungeke kuphazamise noma kukhinyabeze amalungiselelo enkonzo yasensimini ngokungadingekile.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela