Ubungaphendula Kanjani?
Yini Engekho Kulesi Sithombe?
Funda eyoku-1 Samuweli 17:38-51. Bheka lesi sithombe. Yiziphi izinto ezingekho kuso? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi, bese uqedela isithombe ngokudweba izinto ezingekho.
1. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
2. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
3. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
ENINGAXOXA NGAKO:
Yini eyenza uDavide wakwazi ukushaya uGoliyati? Lokhu kulandisa kungakunika kanjani isibindi lapho ubhekene nezinkinga?
Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
IKHASI 7 Yini okufanele amadoda aqhubeke eyenza komkawo? 1 Petru 3:․․․
IKHASI 20 Lapho sikhetha umdlalo wama-computer, yini okufanele siqiniseke ngayo? Efesu 5:________
IKHASI 29 Kungani kufanele abesifazane bazithobe kubayeni babo? 1 Korinte 11:________
IKHASI 29 Yini okufanele amadoda aqhubeke eyenza? Efesu 5:________
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
Obani Abayingxenye Yozalo LukaJesu?
Cabangela izici ezinikeza umkhondo. Funda imibhalo bese ubhala amagama anembile ezikhaleni ezinikeziwe.
4. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Kwathiwa ngiyindodana efana no-Adamu, “ewumfanekiso wakhe.”
Funda uGenesise 5:3.
5. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Ngosuku lwami, “kwaqalwa ukuba kubizwe igama likaJehova.”
Funda uGenesise 4:26.
6. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Umzukulu wami waye- wukuphela komuntu emlandweni owaphila isikhathi eside kunami.
Funda uGenesise 5:18-21, 27.
◼ Izimpendulo zisekhasini 14
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. Inkemba kaGoliyati.
2. Umkhonto kaGoliyati.
3. Indwayimane kaDavide.
4. USeti.—Luka 3:38.
5. U-Enoke.—Luka 3:38.
6. UJarede.—Luka 3:37.