Uhlu Lokuphakathi
September 2007
Ingabe Izinhlekelele Zemvelo Zibangelwa UNkulunkulu ?3-9
Abantu abaningi bacabanga ukuthi ukuzamazama komhlaba, isimo sezulu esingavamile nezinye izinhlekelele zemvelo ziyizenzo zikaNkulunkulu. Kodwa iBhayibheli linikeza incazelo ehlukile.
3 Izinhliziyo Ezidabukile Nokuphelelwa Ukholo
4 Ingabe Zibangelwa UNkulunkulu?
12 Izindawo Zokubhapathiza Ziwubufakazi Obuthule Bomkhuba Ongasekho
15 Woza Uzongcebeleka EVanuatu
22 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
23 Izibiliboco Zamahhala Ezivela Endle
26 Ingabe Ukuba Nethemba Lokuhle Kungayithuthukisa Impilo Yakho?
27 Umlando Wobuhlungu Obukhulu Bokuphathwa Yizinyo
30 ‘Igalelo Elibalulekile Kuyisayensi Yezokwelapha’
32 “Ukube Nje Wonk’ umuntu Ubengayifunda!”
Ingabe Ukuvimbela Inzalo Kungqubuzana Nezimiso Zokuziphatha? 10
Ingabe iBhayibheli linikeza imibhangqwana eshadile isiqondiso ngokuvimbela inzalo?
Ngingenzenjani Lapho Ngizithola Ngisendaweni Enamasiko Angefani? 18
Intsha ibhekana naziphi izinselele uma imikhaya yakubo ithuthela kwamanye amazwe?