Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 8/07 k. 32
  • Funda Lokho Okufundiswa IBhayibheli

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Funda Lokho Okufundiswa IBhayibheli
  • I-Phaphama!—2007
I-Phaphama!—2007
g 8/07 k. 32

Funda Lokho Okufundiswa IBhayibheli

◼ Incwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi? enamakhasi angu-32 ilingana nalo magazini. Iklanyelwe ukusiza abantu ukuba baqonde izimfundiso zeBhayibheli eziyisisekelo. Le ncwajana ibonisa ngokucacile ukuthi iyini injongo kaNkulunkulu ngesintu futhi inokwaziswa okuseBhayibhelini okuqokomisa lokho okudingeka sikwenze ukuze samukeleke kuye. Izifundo zayo ezithakazelisayo zihlanganisa esithi “Ungubani UNkulunkulu?,” “Ungubani UJesu Kristu?,” “Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba?” nesithi “Uyini UMbuso KaNkulunkulu?”

Sicela ukuba uzitholele ikhophi noma uzitholele yona engosini yethu ye-Internet ethi www.watchtower.org. Le ncwajana itholakala ngezilimi ezingaphezu kuka-250.

Ukuze uthole ikhophi, mane ugcwalise lesi sigqebhezana bese usithumela ekhelini elibonisiwe noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.

□ Angizibophi kodwa ngicela ningithumelele ikhophi yencwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?

Bonisa ulimi.

□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela