Uhlu Lokuphakathi
January 2007
Lapho Ukugula Kungasekho!
Isayensi iye yathuthuka kakhulu emkhakheni wezemithi nezokwelapha. Noma kunjalo, ukugula kuyaqhubeka kuhlupha isintu. Ingabe siyoke sibe khona isikhathi esingenakho ukugula?
4 Ingabe Isayensi Izowelapha Umhlaba?
12 Ukufuna KweNkosi Ukuhlakanipha
16 Ake Ngikwethule Kumngane Wabalimi−Umanqulwane
18 Umbono WeBhayibheli Ingabe UbuKristu Buhlulekile?
23 Izixhobo Zamakhorali ZaseBelize−Indawo Eyingcebo Yomhlaba
32 Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngathi?
Umkhumbi KaNowa Nobuciko Bokuklama Imikhumbi 20
Umklami wemikhumbi uthola umklamo womkhumbi kaNowa ufana nemiklamo yemikhumbi yanamuhla.
Ngingaqala Nini Ukuqomisana? 27
Ingabe usukulungele ukuqomisana? Cabangela izinto ezintathu ezingakusiza ukuba uphendule lowo mbuzo.